Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 27:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Khona induna yafumana umkhumbi wase-Aleksandriya oya e-Italiya; wasifaka khona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Lapho-ke induna yafumana umkhumbi wase-Aleksandriya oqonde e-Italiya, yasingenisa kuwo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Lapho-ke induna yathola umkhumbi wase-Aleksandriya oqonde e-Ithaliya, yasigibelisa kuwo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Khona induna yafumana umkhumbi wase-Aleksandriya oya e-Italiya; wasifaka khona.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 27:6
5 Referans Kwoze  

Emva kwezinyanga ezintathu samuka ngomkhumbi wase-Aleksandriya, owawudlulise ubusika esiqhingini, uphawu lwawo lungoKastore noPoluksi.


Kwathi sekunqunyiwe ukuthi siye e-Italiya ngomkhumbi, banikela uPawulu nezinye iziboshwa ezithile enduneni yekhulu, igama layo linguJuliyu, webutho lika-Awugustu.


Kwasekufika e-Efesu umJuda othile ogama lakhe lingu-Apholo, ngokuzalelwa e-Aleksandriya, indoda ekhulumayo, enamandla emibhalweni.


Kwasekusukuma abathile besinagoge elithiwa elabaKhululwa, nabaseKhurene, nabase-Aleksandriya, nabavela eKhilikhiya nase-Asiya, baphikisana noStefanu;


Wafumana umJuda othile ogama lakhe lingu-Akwila, owazalelwa ePhontu, esanda kufika evela e-Italiya, noPrisila umkakhe; (ngokuba uKlawudiyu wayeyalile ukuba bonke abaJuda bamuke eRoma) weza kubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite