Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 27:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Kepha manje ngiyanincenga ukuba nibe nesibindi, ngokuba akuyikulahlekelwa muntu phakathi kwenu, kuphela umkhumbi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Kepha manje senginiluleka ukuba nime isibindi, ngokuba akuyikufa muntu kini, umkhumbi kuphela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Manje ngiyaneluleka ukuba nime isibindi, ngokuba akuzukufa namunye phakathi kwenu, kodwa umkhumbi kuphela.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Kepha manje ngiyanincenga ukuba nibe nesibindi, ngokuba akuyikulahlekelwa muntu phakathi kwenu, kuphela umkhumbi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 27:22
14 Referans Kwoze  

Base beba nesibindi bonke, badla nabo.


Ngakho yimani isibindi, madoda, ngokuba ngiyakholwa nguNkulunkulu ukuthi kuyakuba njengalokho engitsheliwe.


Ngakho ngiyanincenga ukuba nidle, ngokuba lokhu kungenxa yempilo yenu, ngokuba akuyikuwa nalunwele lwekhanda lomunye wenu.


Akayikwesaba imibiko emibi; inhliziyo yakhe iqinile, thembela kuJehova.


UDavide wacindezeleka kakhulu; ngoba abantu babekhuluma ukumkhanda ngamatshe, ngoba imiphefumulo yabantu bonke yayinomunyu, kwaba yilowo nalowo ngenxa yamadodana akhe namadodakazi akhe; kepha uDavide waziqinisa ngoJehova uNkulunkulu wakhe.


abaseleyo, abanye phezu kwamapulangwe, abanye phezu kweziqephu zomkhumbi. Kwasekusithi babaleka bonke, bafika emhlabathini.


UPawuli wathi enduneni yekhulu nasemabuthweni: Uma laba bengahlali emkhunjini, aninakusindiswa.


Ngobusuku obulandelayo iNkosi yema ngakuye, yathi: “Yima isibindi, uPawulu;


USathane wamphendula uJehova, wathi: Isikhumba ngesikhumba, yebo, konke umuntu anakho uyakunika ngokuphila kwakhe.


USheganiya, indodana kaJehiyeli, omunye wamadodana ka-Elamu, waphendula, wathi ku-Ezra: “Siphambukile kuNkulunkulu wethu, sathatha abesifazane babezizwe kubantu bezwe; kodwa likhona ithemba kwa-Israyeli ngale ndaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite