Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 27:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kwathi umkhumbi wabanjwa, wehluleka ukumelana nomoya, sawuyeka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 kodwa umkhumbi usududulwa ungasenakubhekana nomoya, sayeka saqhutshwa nje.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 sazithola sesiphakathi kwaso, kwathi ngenxa yokuthi umkhumbi wawungasalawuleki ngoba ubhekene nomoya, sawudedela wadudulwa ngumoya.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Kwathi umkhumbi wabanjwa, wehluleka ukumelana nomoya, sawuyeka.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 27:15
4 Referans Kwoze  

Bhekani, nemikhumbi, imikhulu kangaka, iqhutshwa yimimoya enamandla, ijikiswa ngomphini omncane kakhulu, iye nomaphi lapho umbusi ethanda ukuya khona.


Kwathi sekufike ubusuku beshumi nane, sisazulazula e-Adriya, phakathi kobusuku abaqhubi bemikhumbi bacabanga ukuthi sebesondele ezweni elithile;


Kodwa kungakabiphi, kwavuka phezu kwawo isivunguvungu esithiwa iYurakilidoni;


Sase sigijima ngaphansi kwesihlenge esithiwa iKlawuda, kwaba nomsebenzi omningi ukuwuhamba umkhumbi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite