Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 26:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kungani kucatshangwa ukuthi yinto engakholeki kini, ukuthi uNkulunkulu uvusa abafileyo na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kungani kube yinto engakholekile kini ukuthi uNkulunkulu uvusa abafileyo na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Kungani kuyinsumansumane kini ukuthi uNkulunkulu uyabavusa abafileyo na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Kungani kucatshangwa ukuthi yinto engakholeki kini, ukuthi uNkulunkulu uvusa abafileyo na?

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 26:8
14 Referans Kwoze  

Bedabukile ngokuba befundisa abantu, beshumayela ukuvuka kwabafileyo ngoJesu.


Oyakuguqula umzimba wethu odelelekile, ufane nomzimba wakhe wenkazimulo, namandla anamandla okuzehlisa ngawo zonke izinto ngaphansi kwakhe.


Wathi: Izinto ezingenzekiyo kubantu ziyenzeka kuNkulunkulu.


Kepha babe nezimpikiswano ezithile naye ngenkolo yabo siqu, nangalowo uJesu owafayo, lowo uPawulu athi uyaphila.


Kodwa uPawuli esekwazi ukuthi enye ingxenye ingabaSadusi lelinye ingabaFarisi, wamemeza emphakathini wathi: Madoda, bazalwane, mina ngingumFarisi, indodana yomFarisi; umbuzo.


Kukhona okunzima yini eNkosini? Ngesikhathi esimisiwe ngizabuyela kuwe, ngesikhathi sokuphila, njalo uSara uzakuba lendodana.


Ngokuba akukho lutho olungenzeke kuNkulunkulu.


Phaphamani ekulungeni, ningoni; ngoba abanye kabamazi uNkulunkulu; ngikhuluma lokhu ukuze libe lenhloni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite