Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 26:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngakho-ke sengizuze usizo lukaNkulunkulu, ngimi kuze kube yilolu suku, ngifakaza kwabancane nabakhulu, ngingakhulumi okunye ngaphandle kwalokho abakushilo abaprofethi noMose ukuthi kuyakwenzeka;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ngitholile usizo kuNkulunkulu ngimi kuze kube kulolu suku ngifakaza kwabancane nakwabakhulu, angikhulumi lutho ngaphandle kwalokho abakukhulumile abaprofethi noMose ukuthi kuzakwenzeka,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Kepha ngathola usizo kuNkulunkulu, yingakho ngimi lapha namuhla ngifakaza kwabancane nabadala. Angikhulumi lutho ngaphandle kwalokho abakukhulumile abaphrofethi noMose ukuthi kuzokwenzeka,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Ngakho-ke sengizuze usizo lukaNkulunkulu, ngimi kuze kube yilolu suku, ngifakaza kwabancane nabakhulu, ngingakhulumi okunye ngaphandle kwalokho abakushilo abaprofethi noMose ukuthi kuyakwenzeka;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 26:22
42 Referans Kwoze  

Kepha ngiyavuma lokhu kuwe ukuthi ngendlela abayibiza ngokuthi ihlelo, ngokunjalo ngiyamkhonza uNkulunkulu wawobaba, ngikholwa yikho konke okulotshiweyo emthethweni nakubaprofethi;


Ngokuba uma benikholwa nguMose, beniyakukholwa yimi, ngokuba yena waloba ngami.


Abaprofethi bonke bafakaza ngaye ukuthi yilowo nalowo okholwa nguye uyakwamukela ukuthethelelwa kwezono ngegama lakhe.


Wathi kubo: Lawa angamazwi engawakhuluma kini ngisenani, ukuthi kumele kugcwaliseke konke okulotshiweyo emlayweni kaMozisi, lakubaprofethi, lemahutsheni, mina.


Eqala kuMose nakubaprofethi bonke, wabachasisela emibhalweni okuqondene naye.


Bahlabelela ingoma kaMose inceku kaNkulunkulu, nengoma yeWundlu, bethi: Mikhulu, iyamangalisa imisebenzi yakho, Nkosi Nkulunkulu, Mninimandla onke; zilungile, ziqinisile izindlela zakho, Nkosi yabangcwele.


Kodwa khathesi-ke sekubonakalisiwe ukulunga kukaNkulunkulu ngaphandle komlayo, kufakazelwa ngumlayo labaprofethi;


USamuweli wathatha itshe, walibeka phakathi kweMispa neSeni, walibiza ngokuthi i-Ebeni Ezeri, wathi: “Kuze kube manje uJehova usisizile.”


Sebemmisele usuku, kweza kuye abaningi endlini yakhe yezihambi; wabachasisela, wafakaza ngombuso kaNkulunkulu, ebancenga ngoJesu, ethatha emthethweni kaMozisi lakubaprofethi, kusukela ekuseni kwaze kwahlwa.


ngikukhulula kubantu nakwabezizwe, engikuthuma kubo manje.


Kalokhu ngimi futhi ngigwetshiwe ngenxa yethemba lesithembiso uNkulunkulu asinika okhokho bethu.


Hlolani imibhalo; ngokuba nithi ninokuphila okuphakade kuyo; yiyona efakaza ngami.


UFiliphu wafumana uNathanayeli, wathi kuye: “Simfumene lowo aloba ngaye emthethweni uMose kanye nabaprofethi, uJesu waseNazaretha, indodana kaJosefa.


Ngokuba umthetho wanikezwa ngoMose, umusa neqiniso kwavela ngoJesu Kristu.


Wathi kubo: Kulotshiwe kanje, lokuthi uKhristu umelwe ukuhlupheka, njalo avuke kwabafileyo ngosuku lwesithathu.


Usizo lwethu lusegameni likaJehova owenzile izulu nomhlaba.


Uvumele abantu bakhwele phezu kwamakhanda ethu; sidabule emlilweni nasemanzini, kepha wasikhipha wasiyisa endaweni enothile.


NguNkulunkulu ongiphindiselayo, othobisa abantu phansi kwami.


Kwathi ngolweshumi nambili lwenyanga yokuqala sasuka emfuleni i-Ahava saya eJerusalema; isandla sikaNkulunkulu wethu sasiphezu kwethu, wasikhulula esandleni sesitha nakulabo abalindile. Konje.


Ngabona abafileyo, abancane nabakhulu, bemi phambi kukaNkulunkulu; izincwadi zavulwa, nenye incwadi yavulwa, eyincwadi yokuphila; abafileyo bahlulelwa ngalokho okulotshiwe ezincwadini njengokwemisebenzi yabo.


Izizwe zathukuthela, kwasekufika ulaka lwakho, lesikhathi sabafileyo esokwahlulelwa, lokuthi unike umvuzo inceku zakho abaprofethi, labangcwele, lalabo abesaba ibizo lakho, abancinyane. Futhi mkhulu; futhi kufanele abhubhise labo ababhubhisa umhlaba.


Ukushushiswa, nezinhlupheko, eza kimi e-Antiyokiya, e-Ikoniyu, eListra; ukuzingelwa okungaka ngakubekezelela, kepha iNkosi yangikhulula kukho konke.


INdodana yomuntu iyamuka njengokulotshiweyo ngayo, kepha maye kulowo muntu iNdodana yomuntu ekhashelwa ngaye! ngabe kwaba kuhle kulowomuntu ukuba wayengazalwanga.


Ngokuba nginabafowethu abayisihlanu; ukuze afakaze kubo, hlezi nabo beze kulendawo yokuhlupheka.


Sebefeze konke okwakulotshiwe ngaye, bamehlisa esihlahleni, bambeka ethuneni.


Ngokuba kuqala kunakho konke nganinika lokho engakwamukela nami, ukuthi uKristu wafela izono zethu njengokwemibhalo;


lokuthi wembelwa, lokuthi wavuka ngosuku lwesithathu njengokwemibhalo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite