Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 26:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kuthe sesiwile phansi sonke emhlabathini, ngezwa izwi likhuluma kimi ngolimi lwesiHeberu, lithi: ‘Sawulu, Sawulu, ungizingelelani na? kulukhuni kuwe ukukhahlela izinkandi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 kwathi sesiwile phansi sonke emhlabathini, ngezwa izwi likhuluma kimi ngo limi lwesiHeberu, lithi: ‘Sawulu, Sawulu, ungizingelelani na? Kulukhuni kuwe ukukhahlela ezinkandini.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Kwathi sonke sesiwe phansi emhlabathini, ngezwa izwi lithi kimi ngolimi lwesiHebheru: ‘Sawula, Sawula, ungihluphelani na? Kulukhuni kuwe ukukhahlela ezinkandini.’

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Kuthe sesiwile phansi sonke emhlabathini, ngezwa izwi likhuluma kimi ngolimi lwesiHeberu, lithi: ‘Sawulu, Sawulu, ungizingelelani na? kulukhuni kuwe ukukhahlela izinkandi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 26:14
11 Referans Kwoze  

Kwathi esemnike imvume, uPawulu wema ezikhwelweni, waqhweba abantu ngesandla. Kwathi sekuthuleke kakhulu, wakhuluma kubo ngolimi lwesiHeberu, wathi:


(Sebezwile ukuthi ukhuluma kubo ngolimi lwesiHeberu, bathula kakhulu; wathi:)


Lamadoda ayehamba laye ayemi engelakukhuluma, ezwa ilizwi, kodwa engaboni muntu.


Siyayivusela umhawu iNkosi na? sinamandla kunaye na?


Bheka, ngenza iJerusalema libe yindebe yokuthuthumela kubo bonke abantu nxazonke, lapho bevinjezelwe uJuda neJerusalema.


Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Ngemva kwenkazimulo wangithuma ezizweni enaziphanga; ngokuba othinta nina uthinta inhlamvu yeso lakhe.


Ukuqonda okuhle kunikeza umusa, kepha indlela yabaphambukayo ilukhuni.


Emini enkulu, nkosi, ngisendleleni ngabona ukukhanya okuvela ezulwini okungaphezu kokukhanya kwelanga, kungikhanyisa nxazonke zami nababehamba nami.


Ngasengisithi: Ungubani, Nkosi? Wasesithi: Mina nginguJesu omzingelayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite