Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 26:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Emini enkulu, nkosi, ngisendleleni ngabona ukukhanya okuvela ezulwini okungaphezu kokukhanya kwelanga, kungikhanyisa nxazonke zami nababehamba nami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 emini enkulu, nkosi, ngisendleleni, ngabona ukukhanya okuvela ezulwini, kudlula ukukhazimula kwelanga, kungikhanyisela nxazonke kanye nababehamba nami;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 emini bebade, nkosi, ngisendleleni, ngabona ukukhanya okuvela ezulwini, okwedlula ngisho ukukhazimula kwelanga, kwangikhanyisa nxazonke kanye nababehamba nami.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Emini enkulu, nkosi, ngisendleleni ngabona ukukhanya okuvela ezulwini okungaphezu kokukhanya kwelanga, kungikhanyisa nxazonke zami nababehamba nami.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 26:13
10 Referans Kwoze  

Waseguqulwa isimo phambi kwabo, ubuso bakhe bakhazimula njengelanga, nezingubo zakhe zaba mhlophe njengokukhanya.


Umuzi awudingi ilanga nenyanga ukuba kukhanye kuwo, ngokuba inkazimulo kaNkulunkulu iyawukhanyisa, nokukhanya kwawo iWundlu.


Esandleni sakhe sokunene wayephethe izinkanyezi eziyisikhombisa, nasemlonyeni wakhe kuphuma inkemba ebukhali esika nhlangothi zombili, nobuso bakhe bunjengelanga elikhanya ngamandla alo.


Kwasekusithi ngisahamba sengisondela eDamaseko emini enkulu, kungazelelwe kwakhanyisa inhlangothi zonke ukukhanya okukhulu okuvela ezulwini.


Esahamba, wasondela eDamaseku, kwakhanya masinyane nxazonke kuye ukukhanya okuvela ezulwini.


Ukukhanya kwenyanga kuyakuba njengokukhanya kwelanga, nokukhanya kwelanga kuphindwe kasikhombisa njengokukhanya kwezinsuku eziyisikhombisa, mhla uJehova ebopha uqhekeko lwabantu bakhe, ephulukisa umvimbo yesilonda sabo.


Inyanga iyakuma inamahloni, nelanga lijabhe, lapho uJehova Sebawoti eyakubusa eNtabeni yaseSiyoni naseJerusalema nangokukhazimulayo phambi kwamalunga akhe.


Lababe nami bakubona ukukhanya, besaba; kodwa abalizwanga ilizwi lalowo owayekhuluma lami.


Okwathi lapho ngiya eDamaseku nginegunya nokuthunywa kubapristi abakhulu,


Kuthe sesiwile phansi sonke emhlabathini, ngezwa izwi likhuluma kimi ngolimi lwesiHeberu, lithi: ‘Sawulu, Sawulu, ungizingelelani na? kulukhuni kuwe ukukhahlela izinkandi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite