Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 25:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kodwa mina ngithole ukuthi akenzanga lutho olufanele ukufa, lokuthi yena ngokwakhe walidlulisela kuAwugusi, ngaquma ukumthuma.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kepha mina ngabona ukuthi akenzanga lutho olufanele ukuba afe, kodwa ngenxa yokudlulisela kwakhe kuKesari ngazinqumela ukumthuma.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 mina angifumananga lutho olufanele ukufa kwakwenzileyo, kodwa ngenxa yokuthi ulwedlulisele kuKhesari udaba lwakhe, nginqume ukumthumela lapho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Kodwa mina ngithole ukuthi akenzanga lutho olufanele ukufa, lokuthi yena ngokwakhe walidlulisela kuAwugusi, ngaquma ukumthuma.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 25:25
11 Referans Kwoze  

engabona ukuthi imangalelwe ngemibuzo yomthetho wawo, kodwa ingamangalelwa ngalutho olufanele ukufa nokuboshwa.


Kwase kuba khona ukukhala okukhulu, ababhali besigaba sabaFarisi basukuma baphikisana, besithi: Kasitholi okubi kulumuntu;


UPilatu wayesethi kubapristi abakhulu nasezixukwini: “Angitholi cala kulo muntu.


Sebesukile bakhuluma bodwa, bathi: “Lo akenzi lutho olufanele ukufa nokuboshwa.


UPilatu wathi kuye: Liyini iqiniso? Eseshilo lokho wabuye waphuma, waya kumaJuda, wathi kuwo: “Angifumani cala kuye nakanye.


Wathi kubo: “Nilethe kimi lo muntu njengophambukisa abantu;


Izikhulu nabo bonke abantu base bethi kubapristi nakubaprofethi: “Lo muntu akafanele ukufa, ngokuba ukhulume kithi egameni likaJehova uNkulunkulu wethu.


Anginanto eqinisekileyo ngaye engingayilobela inkosi yami. Ngakho-ke ngimethulile phambi kwenu, futhi ikakhulukazi phambi kwakho, nkosi Agripha, ukuze kuthi ngemva kokuhlolwa ngibe nakho engingakuloba.


Kwathi sekunqunyiwe ukuthi siye e-Italiya ngomkhumbi, banikela uPawulu nezinye iziboshwa ezithile enduneni yekhulu, igama layo linguJuliyu, webutho lika-Awugustu.


Kwathi sebengihlolile, bathanda ukungikhulula, ngoba kwakungekho cala kimi lokufa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite