Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 25:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kepha babe nezimpikiswano ezithile naye ngenkolo yabo siqu, nangalowo uJesu owafayo, lowo uPawulu athi uyaphila.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 kodwa babe nokuphikisana okuthile naye ngenkolo yakubo nangomuntu othile, uJesu, owafayo, asho ngaye uPawulu ukuthi uyaphila.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Kepha babenokuphikisana ngokuthile mayelana nenkolo yakubo nangomuntu othile, uJesu owafayo, athi ngaye uPawula uyaphila.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Kepha babe nezimpikiswano ezithile naye ngenkolo yabo siqu, nangalowo uJesu owafayo, lowo uPawulu athi uyaphila.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 25:19
14 Referans Kwoze  

engabona ukuthi imangalelwe ngemibuzo yomthetho wawo, kodwa ingamangalelwa ngalutho olufanele ukufa nokuboshwa.


Kepha uma kuyimpikiswano ngenkulumo, namagama, nangomthetho wenu, zibhekeni nina; ngoba mina kangiyikuba ngumahluleli wezindaba ezinjalo.


Mina ngingophilayo, futhi ngangifile; futhi bheka, ngiyaphila kuze kube phakade, Amen; futhi nginezihluthulelo zesihogo nezokufa.


Esefikile, abaJuda abehla bevela eJerusalema bama bemhaqa, bamangalela uPawulu izimangalo eziningi ezimbi, abangenakuzifakazela.


Wafika e-Efesu, wabashiya khona; kepha yena wangena esinagogeni, wakhulumisana nabaJuda.


Ngokuba umisile usuku, ayokwahlulela ngalo izwe ngokulunga ngalowo muntu ammisile; enike bonke isiqinisekiso ngokumvusa kwabafileyo.


LoJesu uNkulunkulu wamvusa, esingofakazi bakho thina sonke.


kusukela ekubhapathizweni kukaJohane kuze kube lusuku akhushulwa ngalo kithina, kufanele ukuthi kube khona omunye abe ngufakazi kanye nathi wokuvuka kwakhe.


Kwathi sebesukuma abamangaleli, kabavezanga cala lalezo zinto engangizicabanga.


ikakhulu ngoba ngikwazi ukuthi unolwazi kuwo wonke amasiko lezingxabano zabaJuda; ngakho ngiyakuncenga ukuthi ungizwe ngesineke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite