Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 25:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kwathi emva kwezinsuku ezithile u-Agripha inkosi noBernike bafika eKesariya ukuyobingelela uFestu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kwathi sekudlule izinsuku ezithile, u-Agripha inkosi, noBernike behlela eKesariya ukuyobingelela uFestu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Kuthe sekwedlule izinsuku ezithile, u-Agripha inkosi, noBhernisi bafika eKhesariya ukuyobingelela uFestu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Kwathi emva kwezinsuku ezithile u-Agripha inkosi noBernike bafika eKesariya ukuyobingelela uFestu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 25:13
12 Referans Kwoze  

U-Agripha wayesethi kuPawulu: “Uvunyelwe ukuzikhulumela. UPawuli waseselula isandla, waziphendulela;


Kepha uFiliphu wafunyanwa e-Azotu, wahamba eshumayela emizini yonke, waze wafika eKesariya.


UJoramu indodana yakhe wayesethumela enkosini uDavide ukuyibingelela nokuyibusisa, ngokuba yayilwile noHadadezeri, yamnqoba; ngoba uHadadezeri wayelwile loThoyi. UJehoramu waletha izitsha zesiliva nezitsha zegolide nezitsha zethusi.


Kepha enye yezinsizwa yamtshela u-Abigayili umkaNabali yathi: “Bheka, uDavide uthume izithunywa zivela ehlane ukuba zibingelele inkosi yethu; wabathuka.


Kwathi nje lapho eqeda ukunikela ngomnikelo wokushiswa, bheka, uSamuweli wafika; uSawule waphuma ukumhlangabeza ukumbingelela.


Basebeqala ukumbingelela besithi: Bayede, Nkosi yabaJuda!


UJehu wahlangana nabafowabo baka-Ahaziya, inkosi yakwaJuda, wathi: “Ningobani na? Bathi: “Singabafowabo baka-Ahaziya; bese sehla siyobingelela izingane zenkosi nezingane zendlovukazi.


Kwathi uFestu esengenile esikhundleni, wasuka eKesariya emva kwezinsuku ezintathu, wenyukela eJerusalema.


Kodwa uFestusi waphendula wathi uPawuli ugcinwe eKesariya, lokuthi laye ngokwakhe usezasuka aye khona masinyane.


UFestusi esekhulume nomphakathi waphendula wathi: “Ulidlulisele kuKesari? kuKesari uzakuya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite