Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 23:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Khona induna yenkulungwane yayisiyiyeke insizwa, yayiyala ngokuthi: “Bheka, ungatsheli muntu ukuthi ungibikele lokho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Khona induna yenkulungwane yayisiyimukisa insizwa, isiyiyalile ukuba ingatsheli muntu ukuthi imbikele lokho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Ngakho-ke induna yenkulungwane yayimukisa insizwa, yayiyala ukuba ingatsheli muntu lokho ebizombikela khona.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Khona induna yenkulungwane yayisiyiyeke insizwa, yayiyala ngokuthi: “Bheka, ungatsheli muntu ukuthi ungibikele lokho.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 23:22
6 Referans Kwoze  

Wathi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu lutho;


Ayesephendula amadoda kuye, athi: “Siphila ngowakho, uma ungayikhulumi indaba yethu.” Futhi uma uJehova esinika izwe, sizokwenzela umusa neqiniso kuwe.


Laba abayishumi nambili uJesu wabathuma, wabayala wathi: “Ningayi endleleni yabezizwe, ningangeni emzini wamaSamariya;


Khona iviyo nenduna yenkulungwane nezikhonzi zabaJuda bambamba uJesu, bambopha.


Kodwa ungabayekeli, ngoba kubo bamqamekele amadoda angaphezu kwamatshumi amane, azibophe ngesifungo ukuthi kabayikudla lokunatha aze ambulale; kalokhu aselungile, akhangele. Ngesithembiso esivela kuwe.


Yasibizela kuye izinduna zekhulu ezimbili, yathi: “Lungisani amasosha angamakhulu amabili ukuba aye eKesariya, nabamahhashi abangamashumi ayisikhombisa, nababikhonto abangamakhulu amabili, ngehora lesithathu lobusuku;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite