Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 22:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngayizingela leNdlela kwaze kwaba sekufeni, ngibopha, ngibakhaphela ematilongweni abesilisa nabesifazane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 ngayizingela leyo Ndlela kwaze kwaba sekufeni, ngibopha ngibakhaphela ematilongweni abesilisa nabesifazane,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Ngayizingela le Ndlela kwaze kwaba sekufeni, abesilisa nabesifazane ngibabopha, ngibakhaphela emajele,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Ngayizingela leNdlela kwaze kwaba sekufeni, ngibopha, ngibakhaphela ematilongweni abesilisa nabesifazane.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 22:4
17 Referans Kwoze  

Ngokuba mina ngingomncinyane kubaphostoli, engingafanele ukubizwa ngomphostoli, ngokuba ngazingela ibandla likaNkulunkulu.


ngokushisekela ngizingela ibandla; mayelana nokulunga okusemthethweni, ngingenacala.


Kepha ngiyavuma lokhu kuwe ukuthi ngendlela abayibiza ngokuthi ihlelo, ngokunjalo ngiyamkhonza uNkulunkulu wawobaba, ngikholwa yikho konke okulotshiweyo emthethweni nakubaprofethi;


Ngalesosikhathi kwavela isiphithiphithi esingesincinyane mayelana laleyoNdlela.


Kodwa kwathi abanye bezenza lukhuni bengakholwa, bekhuluma kubi ngaleyoNdlela phambi kwexuku, wasuka kubo, wehlukanisa abafundi, ekhuluma insuku ngensuku esikolo sikaTiranu.


Waqala ukukhuluma ngesibindi esinagogeni, okwathi ukuzwa u-Akwila noPrisila bamyisa kubo, bamchasisela indlela kaNkulunkulu ngokucace kakhulu.


Yona yamlandela uPawulu nathi, yamemeza yathi: “Laba bantu bayizinceku zikaNkulunkulu oPhezukonke ezishumayela kithi indlela yensindiso.


Kepha bonke abamuzwayo bamangala, bathi; Lo akusiye yini owabhubhisa eJerusalema ababiza leli gama, futhi uze lapha ngale njongo, ukuze abayise kubapristi abakhulu beboshiwe?


Bamkhiphela ngaphandle komuzi, bamkhanda ngamatshe; ofakazi babeka izingubo zabo ezinyaweni zensizwa egama layo linguSawule.


Ngokuba nizwile ngokuziphatha kwami kwakudala enkolweni yamaJuda, ukuthi ngangizingela ngokungenakulinganiswa ibandla likaNkulunkulu, ngilichitha;


Nabaningi bayakulandela ukonakala kwabo; okuyakuthi ngaye indlela yeqiniso ihlanjalazwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite