IzEnzo 22:1 - Contemporary Zulu Bible 20241 Madoda, bazalwane, nawobaba, yizwani ukuziphendulela kwami kini manje. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 “Madoda, bazalwane, nani bobaba, yizwani ukuziphendulela kwami phambi kwenu kalokhu.” Gade chapit laIsiZulu 20201 “Madoda, bazalwane, nani bobaba, lalelani ukuziphendulela kwami phambi kwenu manje.” Gade chapit laBaasraak Zulu New Testament Bible1 Madoda, bazalwane, nawobaba, yizwani ukuziphendulela kwami kini manje. Gade chapit la |
Ngokuba bhekani khona yona le nto, ukuthi nadabukiswa ngokukaNkulunkulu, ukukhuthala okungaka kwakwenza kini, yebo, ukuzikhulula, yebo, ukuthukuthela, yebo, ukwesaba, yebo, ukushisekela okukhulu, yebo, ukushisekela okukhulu, yebo, impindiselo engaka! Kuzo zonke izinto nizibonakalisile nina ukuthi nimsulwa kule ndaba.