Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 21:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Sathi sesiqedile uhambo lwethu sisuka eTire, safika ePetolemayi, sabingelela abazalwane, sahlala nabo usuku lwaba lunye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Thina sesiqedile ukuhamba ngomkhumbi sisuka eTire, safika ePetolemayi, sabingelela abazalwane, sahlala nabo usuku lwaba lunye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Thina sesiluqedile uhambo sisuka eThire, safika ePhetholemayi, sesibabingelele abazalwane, sahlala nabo usuku.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Sathi sesiqedile uhambo lwethu sisuka eTire, safika ePetolemayi, sabingelela abazalwane, sahlala nabo usuku lwaba lunye.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 21:7
13 Referans Kwoze  

Khonzani kubo bonke abaniholayo nakubo bonke abangcwele. Abase-Italy bayakhonza kini.


Safika eSirakhuse, sahlala khona izinsuku ezintathu.


Kwathi emva kwezinsuku ezithile u-Agripha inkosi noBernike bafika eKesariya ukuyobingelela uFestu.


Wababingelela, wabalandisa ngazo zonke izinto uNkulunkulu abezenzile phakathi kwabezizwe ngenkonzo yakhe.


Sathi sihlezi khona izinsuku eziningi, kwehla eJudiya umprofethi ogama lakhe lingu-Agabu.


Esefikile eKesariya, wenyuka wayobingelela ibandla, wehlela e-Antiyokiya.


Kepha uHerode wayebathukuthelele abaseTire nabaseSidoni; ngoba ilizwe labo londliwa yilizwe lenkosi.


Uma nibingelela abafowenu bodwa, nenza ngani ngaphezu kwabanye na? Abenzi njalo nabathelisi na?


Kwathi nje lapho eqeda ukunikela ngomnikelo wokushiswa, bheka, uSamuweli wafika; uSawule waphuma ukumhlangabeza ukumbingelela.


Bayakubingelela, bakunike izinkwa ezimbili; elizakwemukela ezandleni zabo.


Ngalezo zinsuku uPetru wasukuma phakathi kwabafundi, (isibalo samagama ndawonye sasingaba yikhulu namashumi amabili).


Kwathi sesiyibonile iKhupro, sayishiya ngakwesokhohlo, sangena ngomkhumbi eSiriya, sehla eTire, ngokuba umkhumbi wawuzakwethula khona umthwalo wawo.


Kwathi sesifikile eJerusalema, abazalwane basemukela ngokuthokoza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite