Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 21:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Abanye phakathi kwesixuku bamemeza okunye, abanye okunye, kepha engakwazi ukuqiniseka ngenxa yesiyaluyalu, wayala ukuba ayiswe ekamu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Kepha abanye esixukwini bamemeza okunye, abanye okunye; yathi ukuba ingenakulazi iqiniso ngenxa yomsindo, yayala ukuba ayiswe ekamu.*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 Abanye esixukwini babememeza besho lokhu, nabanye besho lokhuya, ayangakwazi ukuthola iqiniso ngenxa yomsindo, yase iyala ukuba ayiswe enkanjini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

34 Abanye phakathi kwesixuku bamemeza okunye, abanye okunye, kepha engakwazi ukuqiniseka ngenxa yesiyaluyalu, wayala ukuba ayiswe ekamu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 21:34
8 Referans Kwoze  

Kwathi sekuqubuka ukuphikisana okukhulu, induna yenkulungwane yesaba ukuthi uPawuli ungahle adwetshulwe yibo, yalaya amabutho ukuthi ehle, amthathe phakathi kwabo, amngenise enqabeni.


Ngakho abanye bamemeza okunye labanye okunye, ngoba umhlangano waphithizela; abaningi babengazi ukuthi babebuthene ngani.


Kwathi indodana kadadewabo kaPawuli isizwile ngokuqamekela kwabo, yasuka yangena enkambeni yamabutho, yabikela uPawuli.


Induna yenkulungwane yasilaya ukuthi angeniswe enqabeni, yasilaya ukuthi aphenywe ngesiswepu; ukuze azi ukuthi kungani bekhala kanje kuye.


Kwathi uPawuli esezangeniswa enkambeni yamabutho, wathi enduneni yenkulungwane: Ngingakhuluma lawe yini? Yathi: “Uyakwazi ukukhuluma isiGreki na?


Ngangomuso, efuna ukwazi iqiniso, ukuthi kungani amangalelwe ngamaJuda, wamkhulula eziboshweni, wayala ukuba abapristi abakhulu nomphakathi wonke wabo beze, wamehlisa uPawulu, wammisa phambi kwabo.


Anginanto eqinisekileyo ngaye engingayilobela inkosi yami. Ngakho-ke ngimethulile phambi kwenu, futhi ikakhulukazi phambi kwakho, nkosi Agripha, ukuze kuthi ngemva kokuhlolwa ngibe nakho engingakuloba.


Ngangomuso bashiya abamahhashi ukuba bahambe naye, babuyela enqabeni;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite