Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 21:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Umuzi wonke wanyakaza, abantu bagijima kanyekanye, bambamba uPawulu, bamdonsela ngaphandle kwethempeli, kwavalwa masinyane iminyango.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Umuzi wonke wanyakaziswa, abantu bagijimela ndawonye, bambamba uPawulu, bamhudulela ngaphandle kwethempeli; iminyango yavalwa masinyane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Umuzi wonke wanyakaziswa, abantu babuthanela ndawonye, bambamba uPawula, bamhudulela ngaphandle kwethempeli; iminyango yavalwa ngokuphazima kweso.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Umuzi wonke wanyakaza, abantu bagijima kanyekanye, bambamba uPawulu, bamdonsela ngaphandle kwethempeli, kwavalwa masinyane iminyango.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 21:30
9 Referans Kwoze  

Ngenxa yalokhu abaJuda bangibamba ethempelini, bafuna ukungibulala.


ekuhambeni njalo, ezingozini zamanzi, ezingozini zabaphangi, ezingozini ngabakithi, ezingozini ngabezizwe, engozini emzini, engozini enkangala, engozini olwandle, engozini phakathi kwabazalwane bamanga.


Umuzi wonke wagcwala isiphithiphithi, baphuthuma enkundleni yemidlalo nganhliziyonye babamba uGayu no-Aristarku abaseMakedoniya ababehamba noPawulu.


Base besukuma, bamkhiphela ngaphandle komuzi, bamqhubela phezu kwentaba umuzi wabo owakhiwe phezu kwayo, ukuze bamjikijele phansi.


Esengenile eJerusalema, umuzi wonke wanyakaza, uthi: “Ngubani lo na?


UHerode inkosi esekuzwile lokho wakhathazeka, neJerusalema lonke kanye naye.


Kepha uJehoyada umpristi waziyala izinduna zamakhulu, izinceku zempi, wathi kuzo: “Myekeni aphumele ngaphandle kwamasimu, nibulale omlandelayo ngenkemba. Ngokuba umpristi wathi: “Makangabulawelwa endlini kaJehova.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite