Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 21:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngangomuso uPawulu wangena nathi kuJakobe; labadala bonke babekhona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngangomuso uPawulu wangena nathi kuJakobe; namalunga onke ayekhona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Ngakusasa uPawula wahamba nathi waya kuJakobe; onke amalunga eza.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Ngangomuso uPawulu wangena nathi kuJakobe; labadala bonke babekhona.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 21:18
12 Referans Kwoze  

Kodwa kangibonanga omunye wabaphostoli, kuphela uJakobe umfowabo weNkosi.


Kwathi oJakobe, noKhefase, noJohane, ababebonakala beyizinsika, bebona umusa engiwuphiweyo, banika mina noBarnaba isandla sokunene sokuhlangana; ukuze siye kwabezizwe, bona baye kwabasokile.


Sebethulile, uJakobe waphendula wathi: Madoda, bazalwane, ngizweni.


Bakwenza-ke lokho, bakuthumela emalungeni ngesandla sikaBarnaba noSawulu.


UJakobe, inceku kaNkulunkulu neyeNkosi uJesu Kristu, kubo izizwe eziyishumi nambili ezihlakazekile, ngiyabingelela.


EseMilethu wathumela e-Efesu, wabiza amalunga ebandla.


Basebebhala izincwadi ngabo ngalendlela; Abaphostoli namalunga nabazalwane bayakhonza kubazalwane abavela kwabezizwe e-Antiyokiya, naseSiriya, naseKhilikhiya;


Base bebuthana abaphostoli namalunga ukuba bayihlole leyo ndaba.


Kwathi ukuphikisana nokuphikisana kukaPawulu noBarnaba okungekuncane nabo, banquma ukuba uPawulu noBarnaba, nabanye kubo, bakhuphukele kubaphostoli namalunga eJerusalema ngalowo mbuzo.


Kodwa wabaqhweba ngesandla ukuthi bathule, wabalandisela ukuthi iNkosi imkhuphe njani entolongweni. Wathi: “Bikelani uJakobe nakubazalwane lokho.” Wasuka, waya kwenye indawo.


Amagama abaphostoli abayishumi nambili yilawa; owokuqala nguSimoni othiwa uPetro, loAndreya umfowabo; uJakobe kaZebedewu, noJohane umfowabo;


Ngokuba ukuze uqonde ukuthi kusesele izinsuku eziyishumi nambili ngenyukela eJerusalema ukuyokhuleka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite