Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 21:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Emva kwalezo zinsuku sathatha impahla yethu, senyukela eJerusalema.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Emva kwalezo zinsuku sabopha impahla, sakhuphukela eJerusalema;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Emva kwalezo zinsuku umthwalo waba sobhokweni, sakhuphukela eJerusalema.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Emva kwalezo zinsuku sathatha impahla yethu, senyukela eJerusalema.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 21:15
6 Referans Kwoze  

Kepha uFestu ethanda ukujabulisa abaJuda, wamphendula uPawulu, wathi: “Uyathanda ukukhuphukela eJerusalema, wahlulelwe khona ngalezi zinto phambi kwami na?


Esehlale nabo izinsuku ezingaphezu kweziyishumi, wehlela eKesariya; ngangomuso ehlezi esihlalweni sokwahlulela, wayala ukuba uPawulu alethwe.


Kwathi uFestu esengenile esikhundleni, wasuka eKesariya emva kwezinsuku ezintathu, wenyukela eJerusalema.


Esefikile eKesariya, wenyuka wayobingelela ibandla, wehlela e-Antiyokiya.


Kwathi seziphelile lezi zinto, uPawulu wazimisela emoyeni, esedabulile iMakedoniya ne-Akhaya, ukuya eJerusalema, wathi: “Emva kokufika kwami khona ngimelwe ukubona neRoma.


Kwathi sesikuzwile lokho, samncenga thina kanye labakuleyondawo ukuthi angenyukeli eJerusalema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite