Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 20:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Angifisanga isiliva, nagolide, nengubo yomuntu;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Angifisanga siliva lamuntu, nagolide, nangubo;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Angifisanga siliva, nagolide, nangubo yamuntu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 Angifisanga isiliva, nagolide, nengubo yomuntu;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 20:33
13 Referans Kwoze  

Nalapho ngikhona kini ngiswele, angibanga mthwalo kumuntu, ngokuba lokho engintulayo abazalwane abavela eMakedoniya bakuphathile; Ngiyazigcina.


Uma abanye belamandla phezu kwenu, kasibi njalo thina kakhulu? Nokho asiwasebenzisanga lawo mandla; kodwa ubekezele ngakho konke, ukuze singalithiyi ivangeli likaKristu.


Uyini-ke umvuzo wami? Yebo, ukuze nxa ngishumayela ivangeli, ngenze ivangeli likaKristu libe ngeze, ukuze ngingasebenzisi amandla ami evangelini.


Samukeleni; asonanga muntu, asonakalisanga muntu, asiphanga muntu.


Ngokuba asizange sibe namazwi athophayo, njengokuba nazi, noma sifihle ukuhaha; UNkulunkulu ungufakazi:


Kepha mina angisebenzisanga nokukodwa kwalezo zinto, futhi angikulobanga lezizinto ukuba kwenziwe kanjalo kimi, ngokuba kungaba ngcono kimi ukuba ngife kunokuba umuntu enze ize ukuziqhayisa kwami.


Yalusani umhlambi kaNkulunkulu ophakathi kwenu, niwubheke, kungabi ngokucindezelwa, kodwa ngokuzithandela; kungabi ngenzuzo eyichilo, kodwa ngenhliziyo evumayo;


UMose wathukuthela kakhulu, wathi kuJehova: “Ungawunaki umhlatshelo wabo;


Asinawo amandla okudla nokuphuza na?


Ngenza isono yini ngokuzithoba ukuze niphakanyiswe nina, ngokuba ngishumayele ivangeli likaNkulunkulu ngesihle na?


Ngoba ngenxa yebizo lakhe baphuma bengathathi lutho kwabezizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite