Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 20:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ngakho ngiyafakaza kini namuhla ukuthi anginacala egazini labo bonke abantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Ngakho-ke ngiyafakaza kini ngalolu suku lwanamuhla ngithi anginacala egazini labo bonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Ngakho-ke ngiyafakaza kini ngalolu lusuku lwanamuhla ukuthi anginacala egazini labo bonke.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Ngakho ngiyafakaza kini namuhla ukuthi anginacala egazini labo bonke abantu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 20:26
14 Referans Kwoze  

Kwathi bemphikisa, behlambalaza, wathintitha izingubo zakhe, wathi kubo: “Igazi lenu malibe phezu kwamakhanda enu; Mina ngihlanzekile: kusukela manje ngizakuya kwabezizwe.


Ngakho isixuku esasinaye lapho ebiza uLazaru ukuba aphume ethuneni, emvusa kwabafileyo, safakaza.


Ngokuba ngokwamandla abo ngiyafakaza, yebo, nangaphezu kwamandla abo bazinikela ngokuzithandela;


Samukeleni; asonanga muntu, asonakalisanga muntu, asiphanga muntu.


Futhi ngibiza uNkulunkulu abe ngufakazi emphefumulweni wami, ukuthi ukuniyeka angikafiki eKorinte.


Ngokuba ngiyabafakazela ukuthi banentshiseko ngoNkulunkulu, kodwa kungengokokwazi.


Lowo obonileyo ufakazile, nobufakazi bakhe buqinisile, naye uyazi ukuthi ukhuluma iqiniso, ukuze nani nikholwe.


Namanje bheka, ufakazi wami usezulwini, nobufakazi bami buphakeme.


UDavide esezwile ngasemuva wathi: “Mina nombuso wami asinacala kuze kube phakade phambi kukaJehova ngegazi lika-Abineri indodana kaNeri.”


Ungasheshi ubeke izandla phezu komuntu, futhi ungahlanganyeli ezonweni zabanye; zigcine uhlanzekile.


Manje sengikumemezele kini namuhla; kepha anililalelanga izwi likaJehova uNkulunkulu wenu nanoma yini angithume ngayo kini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite