Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 2:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Madoda, bazalwane, ake ngikhulume kini ngokusobala ngokhokho uDavide ukuthi wafa wangcwatshwa, nethuna lakhe lisekhona kithi kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 “Madoda, bazalwane, ake ngikhulume kini ngokusobala ngokhokho uDavide ukuthi wafa, nokuthi wembelwa, nokuthi ithuna lakhe lisekhona kithi nanamuhla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 “Madoda, bazalwane, ake ngisho lokhu kini ngesibindi mayelana nokhokho uDavide, ukuthi wafa, wembelwa, nokuthi ithuna lakhe lisekhona nanamuhla.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Madoda, bazalwane, ake ngikhulume kini ngokusobala ngokhokho uDavide ukuthi wafa wangcwatshwa, nethuna lakhe lisekhona kithi kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 2:29
8 Referans Kwoze  

Ngoba uDavida esekhonze esizukulwaneni sakhe ngentando kaNkulunkulu, walala ubuthongo, wabekwa koyise, wabona ukubola;


Bhekani-ke ukuthi wayemkhulu kangakanani lowo, u-Abrahama ukhokho amnika okweshumi kwempango.


Emva kwakhe kwalungisa uNehemiya, indodana ka-Ashibuki, umbusi wenxenye yeBeti-Suri, kwaze kwaba maqondana namathuna kaDavide, nasedamu elalakhiwe lapho, nasendlini yamaqhawe.


UDavide wayeselala koyise, wembelwa emzini kaDavide.


Ngokuba inkosi iyazi ngalezizinto, engikhuluma kuyo ngokukhululeka; ngoba le nto ayenziwanga engosini.


Wangazisa izindlela zokuphila; uyakungigcwalisa ngokujabula ebusweni bakho.


Njengalokhu nompristi omkhulu uyangifakazela, nebandla lonke lamalunga, engamukela kubo izincwadi eziya kubazalwane, ngaya eDamaseku ukuba ngibalethe eJerusalema beboshiwe, ukuze bajeziswe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite