Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 19:38 - Contemporary Zulu Bible 2024

38 Ngakho-ke uma uDemetriyu nezingcweti ezikanye naye benendaba nomuntu, umthetho uvuliwe, bakhona nababusi; mabamangalelane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Ngakho uma uDemetriyu kanye nezingcweti zabakhandi besiliva benendaba nomuntu, zikhona izinsuku zokuthetha amacala, bakhona nababusi; mabamangalelane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

38 Ngakho-ke uma uDemethriyu nezingcweti zabakhandi besiliva benodaba nomuntu, zikhona izinsuku zokuthetha amacala, futhi bakhona nababusi; mabamangalelane.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

38 Ngakho-ke uma uDemetriyu nezingcweti ezikanye naye benendaba nomuntu, umthetho uvuliwe, bakhona nababusi; mabamangalelane.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 19:38
8 Referans Kwoze  

Owayenombusi wezwe, uSergiyu Pawulu, indoda ehlakaniphileyo; owabiza uBarnabasi loSawuli, wafisa ukuzwa ilizwi likaNkulunkulu.


Ukhona yini kini othi enendaba nomunye olokothayo ukuya enkantolo kwabangalungile, kungabi kwabangcwele na?


Kwathi uPawuli esezavula umlomo, uGaliyo wathi kumaJuda: Uba bekuyindaba embi kumbe ububi obubi, lina maJuda, ngabe ngizalibekezelela;


Uma kuphakama icala kini elinzima kakhulu enkantolo, phakathi kwegazi negazi, naphakathi kokunxusa nokunxusa, naphakathi kokushaywa nokushaywa, okuyindaba yombango phakathi kwamasango enu; khona-ke uyakusukuma, ukhuphukele endaweni uJehova uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha;


Kodwa uElimasi isanusi (ngokuba linjalo ibizo lakhe ngokuhunyushwa) wamelana labo, efuna ukuphambukisa umbusi ekholweni.


Khona umbusi ebona okwenzekileyo wakholwa, emangazwe isifundiso seNkosi.


Ngokuba umuntu othile ogama lakhe linguDemetriyu, umkhandi wesiliva, owenza amathempelana esiliva kaDiyana, wayeletha izingcweti inzuzo enkulu;


Kepha uma nibuza utho ngezinye izinto, luyakunqunywa emhlanganweni osemthethweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite