Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 19:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Wababizela ndawonye kanye nezisebenzi zaleyo misebenzi, wathi: “Madoda, niyazi nina ukuthi ingcebo yethu kulo msebenzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 waqoqa bona kanye nezisebenzi ezinjalo, wathi: “Madoda, niyazi ukuthi kulo msebenzi kuvela ingcebo yethu,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Wabaqoqa laba kanye nezisebenzi ezenza lowo msebenzi, wayesethi: “Madoda, niyazi ukuthi umcebo wethu uvela kulo msebenzi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Wababizela ndawonye kanye nezisebenzi zaleyo misebenzi, wathi: “Madoda, niyazi nina ukuthi ingcebo yethu kulo msebenzi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 19:25
8 Referans Kwoze  

Abaphathi bakhe sebebonile ukuthi ithemba lenzuzo yabo seliphelile, babamba oPawulu noSila, babadonsela esigcawini kubaphathi;


Ngokuba izizwe zonke ziphuzile ewayinini lolaka lobufebe balo, namakhosi omhlaba afeba nalo, nabathengisi bomhlaba banothile ngokuchichima kwezibiliboco zalo.


Ngokuhaha bayakunenza ngamazwi obuqili; ukwahlulelwa kwabo kwakudala akulibali, nokubhujiswa kwabo akozeli.


Badla isono sabantu bami, babeka inhliziyo yabo ebubini babo.


Ngokuba umuntu othile ogama lakhe linguDemetriyu, umkhandi wesiliva, owenza amathempelana esiliva kaDiyana, wayeletha izingcweti inzuzo enkulu;


Futhi niyabona, niyezwa, ukuthi kungesikho e-Efesu kuphela, kodwa cishe kulo lonke elase-Asiya, uPawuli lo udukise abantu abaningi, waphambukisa, wathi abasibo onkulunkulu abenziwe ngezandla;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite