Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 18:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Khona wonke amaGreki ambamba uSostene induna yesinagoge, amshaya phambi kwesihlalo sokwahlulela. Kepha uGaliyu akabanga nandaba nalutho lwalezo zinto.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Khona bonke bambamba uSostene umphathi wesinagoge,* bamshaya phambi kwesihlalo sokwahlulela; kodwa uGaliyu akaze anaka lutho lwalokho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Khona bonke badumela uSostene, umphathi wesinagoge, bamshaya phambi kwesihlalo sokwehlulela, kodwa uGaliyu wakushaya indiva lokho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Khona wonke amaGreki ambamba uSostene induna yesinagoge, amshaya phambi kwesihlalo sokwahlulela. Kepha uGaliyu akabanga nandaba nalutho lwalezo zinto.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 18:17
7 Referans Kwoze  

UPawulu, obizelwe ngentando kaNkulunkulu ukuba abe ngumphostoli kaJesu Kristu, noSostene umzalwane,


Kodwa thina sitshumayela uKristu obethelwe esiphambanweni, isikhubekiso kubaJuda, ubuthutha kumaGriki;


Sebezwile ngokuvuka kwabafileyo, abanye bahleka usulu, abanye bathi: “Sizakubuye sikuzwe ngale ndaba.”


abaphuza iwayini ezitsheni, bazigcobe ngamafutha amakhulu, kepha abadabuki ngokuhlupheka kukaJosefa.


Esehlezi esihlalweni sokwahlulela, umkakhe wathumela kuye, wathi: “Ungabi nandaba nalowo muntu olungileyo, ngokuba ngihlupheke kakhulu namuhla ngaye ephusheni.


Bheka, kwafika omunye wabaphathi besinagoge, nguJayiru igama lakhe; kwathi embona wawa ngasezinyaweni zakhe.


UKrispu induna yesinagoge wakholwa yiNkosi kanye nendlu yakhe yonke; abaningi kwabaseKorinte bezwa bakholwa, babhapathizwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite