Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 17:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Kepha amadoda athile anamathela kuye, akholwa, okukhona kuwo uDiyonisiyu waseAreyophago, nowesifazane ogama lakhe linguDamari, nabanye kanye nabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Kepha amadoda athile anamathela kuye, akholwa; phakathi kwawo kwakukhona noDiyonisiyu wase-Areyophagu, nowesifazane ogama lakhe linguDamari, nabanye kanye nabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 Kepha amadoda athile anamathela kuPawula, akholwa. Phakathi kwawo kwakunoDiyonisiyu wase-Areyophagu, nowesifazane okuthiwa nguDamari igama lakhe, nabanye ababe nabo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

34 Kepha amadoda athile anamathela kuye, akholwa, okukhona kuwo uDiyonisiyu waseAreyophago, nowesifazane ogama lakhe linguDamari, nabanye kanye nabo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 17:34
11 Referans Kwoze  

Base bembamba, bamusa e-Areyophagu, bathi: “Singakwazi yini ukwazi le mfundiso entsha oyikhulumayo na?


Abanye kubo bakholwa, bazihlanganisa noPawulu noSila; nesixuku esikhulu samaGreki akholwayo, nabesifazane abadumileyo abangeyingcosana.


Kwathi abezizwe bekuzwa lokho bathokoza, balidumisa izwi leNkosi, bakholwa bonke ababemiselwe ukuphila okuphakade.


Bayakhonza kini bonke abangcwele, ikakhulu abendlu kaKesari.


UPawuli wema phakathi kwentaba yaseMars, wathi: Madoda aseAthene, ezintweni zonke ngiyabona ukuthi likholwa kakhulu.


Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.


Ngakho uPawuli wasuka phakathi kwabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite