Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 17:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele sicabange ukuthi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngobuciko nangesu lomuntu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 “Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele ukuba sithi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngekhono nangesu lomuntu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 “Ngakho-ke njengalokhu singabozalo lukaNkulunkulu, akufanele ukuba sithi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, izinto eziqoshwe ngekhono nangesu lomuntu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele sicabange ukuthi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngobuciko nangesu lomuntu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 17:29
14 Referans Kwoze  

Pho lingangifanisa lobani, kumbe ngilingane? Kusho uNgcwele.


Ungazenzeli izithombe ezibaziweyo, noma umfanekiso wokusezulwini phezulu, nokusemhlabeni phansi, nowokusemanzini phansi komhlaba.


Baguqula inkazimulo yabo yaba njengenkabi edla utshani.


Wasithatha esandleni sabo, wasenza ngethuluzi lokugcoba, esesenze ithole elibunjiweyo; bathi: Laba bangonkulunkulu bakho, Israyeli, abakukhuphulayo elizweni leGibhithe.


abaphonsa onkulunkulu bawo emlilweni, ngokuba babengesibo onkulunkulu, babengumsebenzi wezandla zomuntu, ukhuni netshe; ngalokho babachitha.


Futhi niyabona, niyezwa, ukuthi kungesikho e-Efesu kuphela, kodwa cishe kulo lonke elase-Asiya, uPawuli lo udukise abantu abaningi, waphambukisa, wathi abasibo onkulunkulu abenziwe ngezandla;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite