Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 17:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Base bembamba, bamusa e-Areyophagu, bathi: “Singakwazi yini ukwazi le mfundiso entsha oyikhulumayo na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Base bemthatha, bamyisa e-Areyophagu, bethi: “Ungesazise ukuthi siyini lesi sifundiso esisha esikhulunywa nguwe na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Base bemthatha, bamyisa e-Areyophagu, bethi: “Ungasazisa ukuthi iyini le mfundiso entsha okhuluma ngayo na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Base bembamba, bamusa e-Areyophagu, bathi: “Singakwazi yini ukwazi le mfundiso entsha oyikhulumayo na?

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 17:19
12 Referans Kwoze  

Basebemangala bonke, baze babuzana besithi: Kuyini lokhu? Iyini imfundiso entsha le? ngoba ngegunya uyala lomoya abangcolileyo, bamlalele.


UPawuli wema phakathi kwentaba yaseMars, wathi: Madoda aseAthene, ezintweni zonke ngiyabona ukuthi likholwa kakhulu.


U-Agripha wayesethi kuPawulu: “Uvunyelwe ukuzikhulumela. UPawuli waseselula isandla, waziphendulela;


U-Agripha wayesethi kuFestu: “Nami ngiyathanda ukumuzwa lowo muntu; Wathi, kusasa nizamuzwa.


Kwathi emva kwezinsuku ezithile wafika uFeliksi noDrusila umkakhe owayengumJudakazi, wabiza uPawulu, wamuzwa ngokukholwa kuKristu.


Ngokuba uletha ezindlebeni zethu izinto ezingaziwayo; ngakho-ke sifuna ukwazi ukuthi lezi zinto ziyini.


Ngininika umyalo omusha wokuba nithandane; njengalokhu nginithandile, nani nithandane.


Niyakuyiswa phambi kwababusi namakhosi ngenxa yami, kube ngubufakazi kubo nakwabezizwe.


Kepha amadoda athile anamathela kuye, akholwa, okukhona kuwo uDiyonisiyu waseAreyophago, nowesifazane ogama lakhe linguDamari, nabanye kanye nabo.


Induna yenkulungwane yasibamba isandla salo, yahamba laye ngasese, yasibuza yathi: Kuyini ozangitshela khona?


Uthi umlindi: Kuyeza ukusa, nobusuku futhi; uma ufuna ukubuza, uyabuza; buya, woza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite