Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 16:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 Kepha uPawulu wathi kubo: “Basishayile obala singalahlwanga cala, thina singamaRoma, basiphonsa etilongweni; manje basikhipha ngasese na? cha impela; kodwa mabeze bona basikhiphe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Kepha uPawulu wathi kuzo: “Basishayile phambi kwabantu singalahlwanga cala, thina singabantu abangamaRoma, basiphonsa etilongweni; manje basikhipha ngasese na? Qhabo, akuze bona, basikhiphe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 Kepha uPawula wathi kuzo: “Basishayile phambi kwabantu, singalahlwanga cala, thina singabantu abangamaRoma, basigquma ejele. Manje basikhipha ngasese na? Phinde, neze! Abeze bona, basikhiphe.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

37 Kepha uPawulu wathi kubo: “Basishayile obala singalahlwanga cala, thina singamaRoma, basiphonsa etilongweni; manje basikhipha ngasese na? cha impela; kodwa mabeze bona basikhiphe.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 16:37
11 Referans Kwoze  

Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho hlakaniphani njengezinyoka, nibe msulwa njengamajuba.


Ababi bayabaleka bengaxoshwa muntu, kepha abalungileyo banesibindi njengengonyama.


Isihlalo sobubi siyakuhlanganyela nani nina abaceba okubi ngomthetho na?


Khona uJosefa indoda yakhe, engumuntu olungileyo, engathandi ukumenza ihlazo, waqonda ukumala ngasese.


Ngakho-ke ngiyakumshaya, ngimkhulule.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite