Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 15:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 Kwaba khona ukuphikisana okukhulu, baze bahlukana, uBarnabasi wamthatha uMarku, waya eKhupro ngomkhumbi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Kwase kuvela ukuphikisana okukhulu, baze bahlukana; uBarnaba wathatha uMarku, wawelela eKhupro ngomkhumbi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 Kwaba khona ukuphikisana okunzima, baze bahlukana: uBharnabha wahamba noMakhu, wawelela naye eKhuphro ngomkhumbi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

39 Kwaba khona ukuphikisana okukhulu, baze bahlukana, uBarnabasi wamthatha uMarku, waya eKhupro ngomkhumbi;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 15:39
15 Referans Kwoze  

Uyakhonza kini u-Aristarku isiboshwa kanye nami, noMarku indodana kadadewabo kaBarnaba, enayalwa ngaye; uma efika kini mamukeleni;


Ngokuba siyakhubeka ngokuningi sonke. Uma umuntu engakhubeki ngezwi, lowo uyindoda epheleleyo, enamandla okulawula nomzimba wonke njengetomu.


LoJosefa owathiwa ngabaphostoli isibongo esithi nguBarnabasi, okuyikuthi ngokuphendulelwa, indodana yenduduzo, umLevi, welizwe leKhupro,


Ngoba kakho umuntu olungileyo emhlabeni owenza okuhle njalo angoni.


Abanye kubo kwakungamadoda aseKhupro naseKhurene, abathi sebefikile e-Antiyokiya, bakhuluma kumaGreki, beshumayela ivangeli ngeNkosi uJesu.


Ngalezo zinsuku, abafundi banda, kwavela ukukhonona kwabekhuluma isiGreki ngamaHeberu, ngokuba abafelokazi bawo babenganakwa enkonzweni yezinsuku zonke.


Sasuka lapho, sagudla ngenzansi kweKhupro, ngokuba imimoya yayiphambene.


Kwathi ukuphikisana nokuphikisana kukaPawulu noBarnaba okungekuncane nabo, banquma ukuba uPawulu noBarnaba, nabanye kubo, bakhuphukele kubaphostoli namalunga eJerusalema ngalowo mbuzo.


Ngibonile ukuphela kwakho konke ukuphelela, kepha umyalo wakho ubanzi kakhulu.


Ngoba bawuthukuthelisa umoya wakhe, waze wakhuluma ngobuwula ngezindebe zakhe.


Esekubonile lokho, wafika endlini kaMariya unina kaJohane othiwa uMarku; lapho ababebuthene khona abanengi bekhuleka.


UBarnabasi wazimisela ukuhamba noJohane othiwa uMarku.


Ibandla eliseBabiloni elikhethiweyo kanye nani liyakhonza kini; kanjalo noMarcus indodana yami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite