Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 15:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kwathi ukuphikisana nokuphikisana kukaPawulu noBarnaba okungekuncane nabo, banquma ukuba uPawulu noBarnaba, nabanye kubo, bakhuphukele kubaphostoli namalunga eJerusalema ngalowo mbuzo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kuthe ukuba kuvele ukuphambana nokuphikisana okukhulu phakathi kwabo noPawulu noBarnaba, banquma ukuba oPawulu noBarnaba nabathile kubo bakhuphukele eJerusalema kubaphostoli namalunga ngaleyo ndaba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Lokho kwadala ukungaboni ngaso linye nempikiswano phakathi kwabo noPawula noBharnabha, base benquma ukuba uPawula, uBharnabha, nabathile babo bakhuphukele eJerusalema, baye kubaphostoli nakumalunga maqondana nalolu daba.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Kwathi ukuphikisana nokuphikisana kukaPawulu noBarnaba okungekuncane nabo, banquma ukuba uPawulu noBarnaba, nabanye kubo, bakhuphukele kubaphostoli namalunga eJerusalema ngalowo mbuzo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 15:2
20 Referans Kwoze  

esabanika ngokuzithoba, hatshi okwehola; ukuze iqiniso levangeli lihlale kini.


Ngokuba ngithi angisilele ngalutho kubaphostoli abakhulu kakhulu.


Sebefikile eJerusalema, bamukelwa libandla labaphostoli labadala, balandisa ngakho konke uNkulunkulu ayekwenzile labo.


Bakwenza-ke lokho, bakuthumela emalungeni ngesandla sikaBarnaba noSawulu.


Bathandekayo, ngisenza inkuthalo yonke ukulibhalela ngensindiso esihlanganyelo ngayo, kwadingeka ukuba nginilobele, nginikhuthaze ukuba nilulwele kanzima ukholo olwanikelwa kwabangcwele kanye.


UPawulu, obizelwe ngentando kaNkulunkulu ukuba abe ngumphostoli kaJesu Kristu, noSostene umzalwane,


Ngangomuso uPawulu wangena nathi kuJakobe; labadala bonke babekhona.


Kwathi bedabula imizi, babanika izimiso ezamiswa ngabaphostoli namalunga aseJerusalema ukuba bazigcine.


Ngakho sithumile oJudasi loSila, abazakhuluma kini lezizinto ngomlomo.


Kwaba kuhle kithi sibuthene nganhliziyonye, ukuthuma kini amadoda akhethiweyo kanye labathandekayo bethu uBarnabasi loPawuli;


UMoya wayesethi kimi ngihambe nawo, ngingangabazi ngalutho. Bahamba nami nalaba bazalwane abayisithupha, sangena endlini yalowo muntu;


Wasebabizela phakathi, wabangenisa. Ngangomuso uPetru wahamba nabo, nabazalwane abathile baseJopha bamphelezela.


INkosi yasisithi kuSamuweli: Lalela ilizwi labantu kukho konke abakutsho kuwe, ngoba kabakulahlanga wena, kodwa bangilahlile mina, ukuze ngingabi yinkosi phezu kwabo.


Uma wenza lokhu futhi uNkulunkulu ekuyala kanjalo, khona-ke uyokwazi ukukhuthazela, futhi bonke laba bantu bayobuyela endaweni yabo ngokuthula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite