Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 15:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Manje nimlingelani uNkulunkulu ngokubeka ijoka entanyeni yabafundi, obaba nathi esingenamandla okulithwala na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Manje-ke nimlingelani uNkulunkulu ngokubeka ijoka entanyeni yabafundi, obaba nathi esasingenamandla okulithwala na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Ngakho-ke kungani manje nilinga uNkulunkulu ngokuthi nibeke ijoka entanyeni yabafundi, obaba kanye nathi esingabanga namandla okulithwala na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Manje nimlingelani uNkulunkulu ngokubeka ijoka entanyeni yabafundi, obaba nathi esingenamandla okulithwala na?

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 15:10
11 Referans Kwoze  

Ngakho yimani niqinile enkululekweni uKristu asikhulule ngayo, ningabe nisaboshelwa ejokeni lobugqila.


Ngokuba babopha imithwalo enzima, bayibeke emahlombe abantu; kodwa bona ngokwabo abafuni ukuwanyakazisa nangomunwe wawo.


Kepha manje lokhu senimazi uNkulunkulu, noma kunalokho naziwa nguNkulunkulu, senibuyela kanjani ezimisweni ezibuthakathaka neziwubala, enithanda ukubuye nibe yizigqila zazo na?


okwakuwumfanekiso walesi sikhathi esikhona, lapho kwanikelwa khona izipho nemihlatshelo, okungekwenze lowo owenza inkonzo aphelele ngokukanembeza;


Kepha u-Ahazi wathi: “Angiyikucela, futhi angiyikumlinga uJehova.”


Lapho oyihlo bangilingayo, bangivivinya, babona imisebenzi yami iminyaka engamatshumi amane.


UJesu wathi kuye: Kulotshiwe futhi ukuthi: Ungayilingi iNkosi uNkulunkulu wakho.


Ngakho abantu baphikisana loMozisi besithi: Siphe amanzi, siphuze. Wayesethi uMose kubo: “Niphikisana nami na? ubuzani eNkosini?


UPetru wayesethi kuye: “Kungani ukuba nivumelane ukulinga uMoya weNkosi na? bheka, izinyawo zabambele indoda yakho zisemnyango, nawe bayakukukhiphela phandle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite