Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 14:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kwathi abaphostoli oBarnabasi loPawuli bekuzwa, baklebhula izembatho zabo, bagijimela phakathi kwexuku, bememeza;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kwathi ukuba bakuzwe lokho abaphostoli oBarnaba noPawulu, baklebhula izingubo zabo, baphonseka phakathi kwesixuku bememeza

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Kepha bathi ukuba abaphostoli, uBharnabha noPawula, bezwe ngalokhu, baklebhula izingubo zabo, baphuthuma esixukwini, bamemeza,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Kwathi abaphostoli oBarnabasi loPawuli bekuzwa, baklebhula izembatho zabo, bagijimela phakathi kwexuku, bememeza;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 14:14
11 Referans Kwoze  

Umpristi omkhulu wayeseklebhula izingubo zakhe, wathi: “Usehlambalazile; sisaswelelani ofakazi na? bhekani, manje senikuzwile ukuhlambalaza kwakhe.


Kepha isixuku somuzi sahlukana phakathi, abanye ngakumaJuda, abanye ngakubaphostoli.


Khona umpristi omkhulu waklebhula izingubo zakhe, wathi: “Sisabafunelani ofakazi na?


Kepha abesabanga, baziklebhula izingubo zabo, inkosi nezinceku zayo ezaziwezwa onke lawa mazwi.


U-Eliyakimi indodana kaHilikiya owayephezu kwendlu noShebina umbhali noJowaki indodana ka-Asafa umbusi beza kuHezekiya nezingubo eziklebhukile, bamtshela amazwi kaRabi Sake.


Kwathi inkosi yakwaIsrayeli iyifunda incwadi, yaklebhula izingubo zayo, yathi: “NginguNkulunkulu yini ukuba ngibulale futhi ngiphilise, ukuthi lo muntu athumele kimi ukuba ngiphilise umuntu ochokweni lwakhe.”? ngalokho qaphelani nibone ukuthi ufuna ukuxabana nami.


UJoshuwa indodana kaNuni noKalebi indodana kaJefune ababephakathi kwabahlola izwe, baklebhula izingubo zabo.


Angisiye umphostoli na? angikhululekile na? Angimbonanga uJesu Kristu iNkosi yethu na? Nina anisiwo umsebenzi wami eNkosini na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite