Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 14:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Khona umpristi kaJupitheri owayephambi komuzi wakubo waletha izinkabi nemigexo yezimbali emasangweni, wafuna ukwenza imihlatshelo kanye nezixuku.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kepha umpristi kaJupitheri othempeli lakhe liphambi komuzi waletha izinkunzi nemigexo yezimbali ngasemasangweni, wafuna ukubahlabela ekanye nezixuku.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Kwasuka umphristi kaZeyusi, othempeli lakhe lalingaphandle komuzi, waletha izinkunzi nemigexo yezimbali ngasesangweni lomuzi, ekanye nezixuku, efuna ukubahlabela.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Khona umpristi kaJupitheri owayephambi komuzi wakubo waletha izinkabi nemigexo yezimbali emasangweni, wafuna ukwenza imihlatshelo kanye nezixuku.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 14:13
3 Referans Kwoze  

Inkosi uNebukadinesari yawa ngobuso, yakhuleka kuDaniyeli, yayala ukuba balethe kuye umnikelo womlilo namakha amnandi.


Kwathi esangena uPetru, uKorneliyu wamhlangabeza, wawa phansi ezinyaweni zakhe, wakhuleka kuye.


Basebembiza uBarnabasi ngokuthi nguJupitheri; loPawuli, uMerkuriyu, ngoba wayengumkhulumeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite