Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 13:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Owayenombusi wezwe, uSergiyu Pawulu, indoda ehlakaniphileyo; owabiza uBarnabasi loSawuli, wafisa ukuzwa ilizwi likaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 owayekhona kumbusi wezwe uSergiyu Pawulu, umuntu onengqondo enhle. Yena wabiza oBarnaba noSawulu, wafuna ukuzwa izwi likaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 enombusi wezwe, uSergiyu Pawula, umuntu owayehlakaniphile; wabiza uBharnabha noSawula, wafuna ukuzwa izwi likaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 owayenombusi wezwe, uSergiyu Pawulu, indoda ehlakaniphileyo; owabiza uBarnabasi loSawuli, wafisa ukuzwa ilizwi likaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 13:7
11 Referans Kwoze  

Ngakho-ke uma uDemetriyu nezingcweti ezikanye naye benendaba nomuntu, umthetho uvuliwe, bakhona nababusi; mabamangalelane.


Khona umbusi ebona okwenzekileyo wakholwa, emangazwe isifundiso seNkosi.


Kwathi uGaliyu engumbusi we-Akhaya, abaJuda bamvukela uPawulu nganhliziyonye, bamyisa esihlalweni sokwahlulela.


Inhliziyo yabahlakaniphileyo izuza ukwazi; nendlebe yabahlakaniphileyo ifuna ukwazi.


Kodwa uElimasi isanusi (ngokuba linjalo ibizo lakhe ngokuhunyushwa) wamelana labo, efuna ukuphambukisa umbusi ekholweni.


Hlolani izinto zonke; bambelelani kokuhle.


Ngubani ohlakaniphileyo, aqonde lezi zinto? ohlakaniphileyo, futhi uyobazi? ngokuba izindlela zikaJehova zilungile, abalungileyo bahamba kuzo; kepha abaphambukayo bayakuwela kukho.


Ifa labangenalwazi lizuza ubuwula, kodwa abahlakaniphileyo bathweswa umqhele wokwazi.


Ongenalwazi uyakholwa ngamazwi onke, kepha oqondileyo uyaqaphela izindlela zakhe.


Ukuhlakanipha kohlakaniphileyo kungukuqonda indlela yakhe, kepha ubuwula beziwula buyinkohliso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite