Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 13:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 Ngakho qaphelani, funa nehlele okwakhulunywa ngakho kubaprofethi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Ngakho qaphelani, funa nehlelwe ngokwakhulunywa ngabaprofethi ukuthi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Ngakho-ke qaphelani, funa nehlelwe ngokwashiwo ngabaphrofethi abathi:

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Ngakho qaphelani, funa nehlele okwakhulunywa ngakho kubaprofethi;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 13:40
13 Referans Kwoze  

Ngokuba bhekani, luyeza usuku oluvutha njengeziko; bonke abazidlayo, nabo bonke abenza okubi bayakuba ngamabibi;


Qaphelani ukuthi ningamali okhulumayo. Ngokuba uma bengaphunyukanga abamala lowo owakhuluma emhlabeni, kakhulu kangakanani thina, uma simfulathela okhuluma esezulwini;


Xwayani, bazalwane, ukuba kungabikho kinina kini inhliziyo embi, engakholwayo, emhlubukisa uNkulunkulu ophilayo.


Kodwa ngubani ongabekezelela usuku lokufika kwakhe? futhi ngubani oyoba khona lapho evela? ngokuba unjengomlilo womncibilikisi, nanjengensipho yabahlanzi.


Bhekani phakathi kwabezizwe, nibone, nimangale ngokumangalisayo, ngokuba ngiyakwenza umsebenzi ezinsukwini zenu eningayikukholwa, noma niwutsheliwe.


Thina siyakuphunyuka kanjani, uma sidebesela ukusindiswa okungaka na? eyaqala ukukhulunywa yiNkosi, yaqinisekiswa kithi yilabo abayizwayo;


Ngakho-ke bheka, ngizoqhubeka ngenza umsebenzi omangalisayo phakathi kwalaba bantu, umsebenzi omangalisayo nezimangaliso, ngokuba ukuhlakanipha kwabahlakaniphileyo babo kuyakubhubha, nokuqonda kwabahlakaniphileyo babo kuyakufihlwa.


Kepha uma umxwayisa omubi endleleni yakhe ukuba abuye kuyo; uma engabuyi endleleni yakhe, uyakufa ebubini bakhe; kodwa uwusindisile umphefumulo wakho.


Wathi kubo: Lawa angamazwi engawakhuluma kini ngisenani, ukuthi kumele kugcwaliseke konke okulotshiweyo emlayweni kaMozisi, lakubaprofethi, lemahutsheni, mina.


Kulotshiwe kubaprofethi ukuthi: Futhi bonke bayakuba ngabafundiswe nguNkulunkulu. Ngakho wonke umuntu ozwile kuBaba wafunda kuBaba uyeza kimi.


UNkulunkulu wayesephenduka, wabanikela ukuba bakhonze ibandla lezulu; njengokulotshiweyo egwalweni lwabaprofethi ukuthi: Lina ndlu kaIsrayeli, lanikela kimi yini iminikelo lemihlatshelo okweminyaka engamatshumi amane enkangala?


Nalokho amazwi abaprofethi ayavumelana nalokhu; njengoba kulotshiwe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite