Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 12:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wasephuma, wamlandela; futhi wayengazi ukuthi kuyiqiniso okwenziwa yingelosi; kodwa wacabanga ukuthi ubona umbono.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Waphuma, wayilandela; wayengazi ukuthi kuyiqiniso okwenziwa yingelosi, kodwa wayethi ubona umbono.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Waphuma, wayilandela; wayengazi ukuthi lokhu okwenzekayo ngengelosi kuyiqiniso, kodwa wayecabanga ukuthi ubona umbono nje.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Wasephuma, wamlandela; futhi wayengazi ukuthi kuyiqiniso okwenziwa yingelosi; kodwa wacabanga ukuthi ubona umbono.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 12:9
12 Referans Kwoze  

(Ihubo.) Lapho uJehova eguqula isabelo saseSiyoni, sasinjengabaphuphayo.


Ngokukholwa u-Abrahama walalela ebizwa ukuba aphume, aye endaweni abezakuyamukeliswa ibe yifa; waphuma engazi lapho eya khona.


Ngakho-ke, nkosi Agripha, angibanga ngongalaleliyo umbono wasezulwini;


Wabona embonweni ngokusobala, kungathi ngehora lesishiyagalolunye lemini ingelosi kaNkulunkulu iza kuye, ithi kuye: “Korneliyu!”


Wamtshela wathi: “UJosefa usekhona, ungumbusi wezwe lonke laseGibithe.” Inhliziyo kaJakobe yaphela, ngokuba engabakholwanga.


Mina ngangisemzini waseJopha ngikhuleka, ngase ngibona ethongweni umbono, kwehla isitsha esithile, sinjengendwangu enkulu, sehliswa ngamachopho omane sivela ezulwini; lafika nakimi.


Kwathi uPetru esangabaza phakathi kwakhe ukuthi uyini lowo mbono awubonileyo, bheka, amadoda abethunyiwe evela kuKorneliyu ayebuzile indlu kaSimoni, emi ngasesangweni;


EDamaseku kwakukhona umfundi othile ogama lakhe lingu-Ananiya; iNkosi yathi kuye embonweni: “Ananiya!” Wathi: Bheka, ngilapha, Nkosi.


Unina wathi ezincekwini: Konke alisho kini, kwenzeni.


Wenza ke uNowa; njengakho konke uNkulunkulu amyale ngakho, wenze njalo.


Ingilosi yasisithi kuye: Bhinca, ubophe amanyathela akho. Wenza kanjalo. Wasesithi kuye: Gqoka isembatho sakho, ungilandele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite