Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 12:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngakho uPetru wagcinwa etilongweni, kepha ibandla lamkhulekela kuNkulunkulu ngokungaphezi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngakho-ke uPetru wagcinwa etilongweni; kepha ibandla lamkhulekela ngesineke kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngakho-ke uPhethro wagqunywa ejele. Ibandla lamkhulekela ngesineke kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Ngakho uPetru wagcinwa etilongweni, kepha ibandla lamkhulekela kuNkulunkulu ngokungaphezi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 12:5
12 Referans Kwoze  

Uma kuhlupheka isitho sinye, kuhlupheka izitho zonke kanye naso; noma kuhlonishwe isitho sinye, athokoze amalungu onke kanye nalo.


Vumani izono omunye komunye, nikhulekelane ukuba niphulukiswe. Umkhuleko wolungileyo unamandla amakhulu.


Nani nisiza kanye nathi ngokusikhulekela, ukuze isipho esisiphiwe thina ngabantu abaningi sibongwe ngabaningi ngenxa yethu.


Futhi ngithi kini: Uma ababili kini emhlabeni bevumelana nganoma yini abangayicela, bayakuyenzelwa nguBaba osezulwini.


Khumbulani ababoshiweyo ngokungathi niboshiwe kanye nabo; nabaphathwa kabi, njengokuba nani nisemzimbeni.


Esekubonile lokho, wafika endlini kaMariya unina kaJohane othiwa uMarku; lapho ababebuthene khona abanengi bekhuleka.


Wayesebatshela nomfanekiso wokuthi kufanele bakhuleke njalo, bangadangali;


Esembambile, wamfaka etilongweni, wamnikela ekamu lamabutho amane, ukuba amlinde; ehlose ukumkhuphela ebantwini emva kwePhasika.


Kwathi uHerode esezomkhipha, ngalobo busuku uPetru wayelele phakathi kwamasosha amabili, eboshwe ngamaketanga amabili, nabalindi phambi komnyango belinda itilongo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite