Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 12:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kwathi ngosuku olumisiweyo uHerode wembatha ingubo yobukhosi, wahlala esihlalweni sakhe sobukhosi, wakhuluma kubo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngosuku olumisiweyo uHerode wembatha ingubo yobukhosi, wahlala esihlalweni, wakhuluma kubantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Kwathi ngosuku olumisiweyo, uHerode wagqoka ingubo yakhe yobukhosi, wahlala esihlalweni sokwehlulela, wayesekhuluma kubantu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Kwathi ngosuku olumisiweyo uHerode wembatha ingubo yobukhosi, wahlala esihlalweni sakhe sobukhosi, wakhuluma kubo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 12:21
10 Referans Kwoze  

Esehlezi esihlalweni sokwahlulela, umkakhe wathumela kuye, wathi: “Ungabi nandaba nalowo muntu olungileyo, ngokuba ngihlupheke kakhulu namuhla ngaye ephusheni.


Kepha uHerode wayebathukuthelele abaseTire nabaseSidoni; ngoba ilizwe labo londliwa yilizwe lenkosi.


Abantu basebememeza besithi: Yizwi likaNkulunkulu, akusilo elomuntu.


Inkosi yakwa-Israyeli noJehoshafati, inkosi yakwaJuda, babehlezi, kwaba yilowo nalowo esihlalweni sakhe sobukhosi, bembethe izingubo zabo endaweni eyize, ekungeneni kwesango laseSamariya; bonke abaprofethi baprofetha phambi kwabo.


Umsindo owesabekayo usezindlebeni zakhe;


Ngaphambi kokubhujiswa inhliziyo yomuntu iyazidla, ukuthobeka kwandulela udumo.


Ngakho-ke indawo yabafileyo yalikhulisa futhi yavula umlomo walo ngokungenasilinganiso, futhi inkazimulo yabo nesixuku sabo nobuhle babo kanye nojabulayo bayokwehlela kuso.


Manje sithi babusisiwe abazidlayo; yebo, labo abenza ububi bayamiswa; yebo, labo abacela kuNkulunkulu bayakhululwa.


Kwathi emva kwezinsuku eziyisihlanu u-Ananiya umpristi omkhulu wehla kanye namalunga, nomkhulumeli othile uTertulu, bona bemangalele uPawulu kumbusi.


Ngangomuso u-Agripha esefikile noBernike ngokugabadela okukhulu, bangena endaweni yokulalela, nezinduna zenkulungwane nezinhloko zomuzi, ngomyalo kaFestu, uPawulu walethwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite