Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 11:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Okwathi ngigqolozele kukho, ngabona, ngabona izilwane zomhlaba ezinezinyawo ezine, nezilo zasendle, nezilwanyana ezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kwathi ukuba ngiyigqolozele, ngabhekisisa, ngabona izilwane zomhlaba ezinezinyawo ezine, nezilo zasendle, nezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngasibhekisisa, ngasigqolozela, ngabona izilwane zomhlaba ezinezinyawo ezine, izilo zasendle, nezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 okwathi ngigqolozele kukho, ngabona, ngabona izilwane zomhlaba ezinezinyawo ezine, nezilo zasendle, nezilwanyana ezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 11:6
6 Referans Kwoze  

Wayigoqa incwadi, wayibuyisela encekwini, wahlala phansi. Amehlo abo bonke ababesesinagogeni ayethe njo kuye.


UPetro wasemgqolozela kanye loJohane, wathi: Sikhangele.


Emva kwalokho wabuye wabeka izandla phezu kwamehlo aso, wasiphakamisa, sasisindiswa, sababona bonke kahle.


okwakukhona kuzo zonke izilwane zomhlaba ezinezinyawo ezine, nezilo zasendle, nezilwanyana ezinwabuzelayo nezinyoni zezulu.


Mina ngangisemzini waseJopha ngikhuleka, ngase ngibona ethongweni umbono, kwehla isitsha esithile, sinjengendwangu enkulu, sehliswa ngamachopho omane sivela ezulwini; lafika nakimi.


Ngasengisizwa ilizwi lisithi kimi: Sukuma, Petro; hlaba udle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite