Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 10:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kwathi esangena uPetru, uKorneliyu wamhlangabeza, wawa phansi ezinyaweni zakhe, wakhuleka kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kwathi ukuba angene uPetru, uKorneliyu wamhlangabeza, wawa phansi ngasezinyaweni zakhe, wakhuleka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Kuthe uPhethro esezofika khona, uKhorneliyu wamhlangabeza, wawa ngobuso, wathi mbo phansi ngasezinyaweni zikaPhethro, wakhuleka.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Kwathi esangena uPetru, uKorneliyu wamhlangabeza, wawa phansi ezinyaweni zakhe, wakhuleka kuye.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 10:25
7 Referans Kwoze  

Ngawa ngasezinyaweni zayo ukuba ngiyikhonze. Yathi kimi: “Bheka, ungakwenzi; mina ngiyinceku kanye nawe nabazalwane bakho abanobufakazi bukaJesu;


Bheka, kwafika onochoko, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi, uma uthanda, ungangihlambulula.


Inkosi uNebukadinesari yawa ngobuso, yakhuleka kuDaniyeli, yayala ukuba balethe kuye umnikelo womlilo namakha amnandi.


Kodwa mina, le mfihlo angembulelwanga ngenxa yokuhlakanipha enginakho kunabo bonke abaphilayo, kodwa ngenxa yalabo abayakwazisa inkosi incazelo, futhi wazi imicabango yenhliziyo yakho.


Basebesiza ababesemkhunjini, bakhuleka kuye, besithi: Isibili wena uyiNdodana kaNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite