Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 1:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ukuze athathe ingxenye yalenkonzo lobupostoli, uJudasi aphambuka kukho, ukuze aye endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 ukuba athathe isikhundla sale nkonzo nobuphostoli aphambuka kuso uJuda ukuya endaweni yakhe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 ukuba athathe indawo kulo msebenzi nobuphostoli obulaxazwe nguJuda, waya endaweni yakhe.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 ukuze athathe ingxenye yalenkonzo lobupostoli, uJudasi aphambuka kukho, ukuze aye endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 1:25
15 Referans Kwoze  

Uma ngingesiye umphostoli kwabanye, nokho kinina nginguye, ngokuba uphawu lobuphostoli bami eNkosini yinina.


esamukele ngaye umusa nobuphostoli, kube ngukulalela ekukholweni phakathi kwezizwe zonke ngenxa yegama lakhe;


Ngisenabo ezweni ngabagcina egameni lakho labo onginike bona, ngibagcinile; ukuze kugcwaliseke umbhalo.


Ngokuba yena owasebenza ngokuphumelelayo kuPetru ebuphostoli bokusoka nguyena owayenamandla kimi kwabezizwe;)


Emva kocezu uSathane wangena kuye. UJesu wayesethi kuye: “Okwenzayo, kwenze masinyane.


INdodana yomuntu iyamuka njengokulotshiweyo ngayo, kepha maye kulowo muntu iNdodana yomuntu ekhashelwa ngaye! ngabe kwaba kuhle kulowomuntu ukuba wayengazalwanga.


Laba bayakumuka ekujezisweni okuphakade, kepha abalungileyo baye ekuphileni okuphakade.


Khona iyakuthi nakwabangakwesokhohlo: Sukani kimi nina baqalekisiweyo, niye emlilweni ophakade olungiselwe uSathane nezingelosi zakhe;


Lapho ehlulelwa, makalahlwe, umkhuleko wakhe ube yisono.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite