Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 9:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngokuba ngaMi izinsuku zakho ziyakuba-ziningi, neminyaka yokuphila kwakho iyakwandiswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngokuba ngami izinsuku zakho ziyakuba ziningi, neminyaka yokuphila kwakho iyakwenezelwa kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Izinsuku zakho ziyokwanda ngami, kwenezelwe neminyaka yokuphila kwakho.

Gade chapit la Kopi




IzAga 9:11
7 Referans Kwoze  

Ukumesaba uJehova kwandisa izinsuku, kepha iminyaka yababi iyafinyezwa.


Ubude bezinsuku busesandleni sabo sokunene; nasesandleni sakhe sokhohlo ingcebo nodumo.


Ngoba iyakwenezela kuwe ubude bezinsuku, nokuphila, nokuthula.


ukuze umesabe uJehova uNkulunkulu wakho, ugcine zonke izimiso zakhe nemiyalo yakhe engikuyala ngayo, wena nendodana yakho nendodana yendodana yakho, zonke izinsuku zokuhamba kwakho; futhi ukuze izinsuku zakho zande.


Ukuze izinsuku zenu nezinsuku zabantwana benu zande ezweni uJehova alithembisa oyihlo ngesifungo ukubanika lona, njengezinsuku zezulu emhlabeni.


Yekani iziwula niphile; uhambe ngendlela yokuqonda.


Ngibiza izulu nomhlaba ukuba kufakaze ngani namuhla ukuthi ngibeke phambi kwenu ukuphila nokufa, isibusiso nesiqalekiso; khethani ukuphila, ukuze niphile wena nenzalo yakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite