Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 8:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Nina bangenalwazi, qondani ukuhlakanipha, nani ziwula, hlakaniphani ngenhliziyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Qondani ukuhlakanipha nina eningenalwazi; nani ziwula, manibe nenhliziyo eqondileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Nina eningenalwazi qondani ukuhlakanipha; nani ziwula, yibani nenhliziyo eqondayo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 8:5
15 Referans Kwoze  

Koze kube nini nina zithutha nithanda ubuwula? nezideleli zijabulela ukuklolodela, neziwula zizonda ukwazi?


Ukuze uvule amehlo abo, basuke ebumnyameni, baye ekukhanyeni, basuke emandleni kaSathane, baye kuNkulunkulu, ukuze bamukele ukuthethelelwa kwezono, nefa phakathi kwabangcwelisiweyo ngokukholwa kimi.


Ukunika abangenalwazi ubuqili, abasha ulwazi nokweluleka.


Umthetho kaJehova uphelele, uvuselela umphefumulo; ubufakazi bukaJehova buqinisile, buhlakaniphisa abangenalwazi.


Lezinto eziphansi zomhlaba lezinto ezidelelwayo uNkulunkulu uzikhethile, lezinto ezingekho, ukuthi achithe izinto ezikhona.


UJehova uyakuphuma njengeqhawe, avuse ukushisekela njengeqhawe; Uyakubiza, yebo, abhonge; uyakunqoba izitha zakhe.


Ongenalwazi makaphendukele lapha;


Qondani nina bantu abayiziwula phakathi kwabantu, nani ziwula, niyakuhlakanipha nini na?


Ngokuba inzondo yabangenalwazi iyobabulala, nokunetha kweziwula kuyakubabhubhisa.


Abahlakaniphileyo bayakudla ifa lodumo, kepha iziwula ziyihlazo.


Ngiyanibiza, madoda; futhi izwi lami libhekise kubantwana babantu.


Mina ukuhlakanipha kuhlezi ekuzwisiseni, ngithole ulwazi lwamacebo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite