Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 8:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Ngase nginaye, njengomuntu owondliwa kanye naye;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 khona nganginaye ngiyingcweti yomsebenzi, ngiyintokozo yakhe imihla ngemihla, ngijabula phambi kwakhe isikhathi sonke,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 ngangiseduze kwakhe, ngiyingcweti yomsebenzi, ngiyintokozo yakhe imihla ngemihla, ngiyintokozo yakhe, ngidlala phambi kwakhe sonke isikhathi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 8:30
8 Referans Kwoze  

Akakho oke wabona uNkulunkulu; iNdodana ezelwe yodwa esesifubeni sikaYise yiyona embonakalisile.


Bheka, kwavela izwi ezulwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo.


Bheka, inceku yami engiyisekelayo; abakhethiweyo bami othokoza ngabo umphefumulo wami; ngibekile uMoya wami phezu kwakhe: uyakuletha ukwahlulela kwabezizwe.


Ngaphuma kuBaba, futhi ngizile emhlabeni;


Baba, khazimulisa ibizo lakho. Kwavela izwi ezulwini, lithi: “Ngilikhazimulisile, ngobuye ngilikhazimulise.


owasikhulula emandleni obumnyama, wasesisa embusweni weNdodana yakhe ethandekayo;


Esakhuluma, bheka, ifu elikhanyayo labasithibeza; bheka, kwavela izwi efwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo; yizweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite