Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 8:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Mina ukuhlakanipha kuhlezi ekuzwisiseni, ngithole ulwazi lwamacebo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Mina kuhlakanipha ngakhile ekuqondeni, ngithola ukwazi namasu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Mina kuhlakanipha ngihlala ekuqondeni, ngithola ulwazi namasu.

Gade chapit la Kopi




IzAga 8:12
16 Referans Kwoze  

Ngoba uNkulunkulu wakhe uyamfundisa iseluleko futhi amfundise.


UMozisi wasesithi kubantwana bakoIsrayeli: Khangelani, iNkosi imbizile uBhezaleli indodana kaUri indodana kaHuri, owesizwe sakoJuda ngebizo;


Yeka ukujula kwengcebo nokuhlakanipha nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka ukuthi aziphenyeki kanjani izahlulelo zakhe, nezindlela zakhe aziphenyeki!


Ukunika abangenalwazi ubuqili, abasha ulwazi nokweluleka.


okufihlwe kuye yonke ingcebo yokuhlakanipha nolwazi.


kuye futhi sazuza ifa kuye, esamiselwa ngaphambili ngokwenjongo yalowo osebenza zonke izinto ngokwecebo lentando yakhe;


O Jehova, yeka ukuthi miningi kangakanani imisebenzi yakho! zonke wazenza ngokuhlakanipha; umhlaba ugcwele ingcebo yakho.


“Konke lokho,” kusho uDavide, “uJehova wangiqondisa ngokulotshwa ngesandla sakhe phezu kwami, zonke izenzo zalesi sibonelo.


ukuze khathesi kwababusi lamandla embusweni wezulu kwaziwe ngebandla ukuhlakanipha kukaNkulunkulu okunengi okwehlukeneyo;


okukhona uye waphuphuma kithi ngokuhlakanipha konke nokuqonda;


Lapho uJuda ebheka emuva, impi yayingaphambili nangemuva, bambiza uJehova, abapristi babetha amacilongo.


Wayeyindodana yomfelokazi wesizwe sakwaNafetali, uyise engowaseTire, esebenza ngethusi; futhi wayegcwele ukuhlakanipha nokuqondisisa nobuqili ukwenza yonke imisebenzi yethusi. Wafika enkosini uSolomoni, wenza wonke umsebenzi wakhe.


nesibonelo sakho konke ayenakho ngomoya, samagceke endlu kaJehova, nesawo wonke amakamelo nxazonke, nengcebo yendlu kaNkulunkulu, neyengcebo yezipho ezingcwele;


Nina bangenalwazi, qondani ukuhlakanipha, nani ziwula, hlakaniphani ngenhliziyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite