Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 7:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Inhliziyo yakho mayingantengantenga ngezindlela zakhe, ungaduki emikhondweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Inhliziyo yakho mayingaphambukeli ezindleleni zakhe, ungahambi emikhondweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Inhliziyo yakho mayingaphambukeli ezindleleni zakhe, ungahambi emikhondweni yakhe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 7:25
10 Referans Kwoze  

Susa indlela yakho kuye, ungasondeli emnyango wendlu yakhe.


Sonke sidukile njengezimvu; sajika yilowo nalowo indlela yakhe; uJehova wehlisela phezu kwakhe ububi bethu sonke.


Ungafisi ubuhle bakhe enhliziyweni yakho; futhi angakuthinteli ngezinkophe zakhe.


Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo obuka owesifazane, amkhanuke, usephingile naye enhliziyweni yakhe.


Uyakufa engalaywanga; futhi ngobuningi bobuwula bayo uyoduka.


Ngidukile njengemvu elahlekile; funa inceku yakho; ngoba kangiyikhohlwa imithetho yakho.


Ngokuba waphonsa phansi abaningi abalimele, yebo, amadoda amaningi anamandla abulawa nguye.


Ukubiza abagibeli abahamba ngendlela yabo:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite