Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 7:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ugijima masinyane emva kwakhe njengenkabi iyiswa ekuhlatshweni, nanjengesiwula ukuqondisa izinduku;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Uyamlandela masinyane njengenkabi iya ekuhlatshweni nanjengamaketanga ehlela isiboshwa esiyisiwula,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Iyamlandela masinyane njengenkabi iya ekuhlatshweni nanjengenyamazane ingena esihibeni;

Gade chapit la Kopi




IzAga 7:22
7 Referans Kwoze  

Futhi wafaka izinyawo zami ogodweni futhi manje ubheka zonke izindlela zami; wafaka umbhalo ezithendeni zezinyawo zami.


yena esemukele umyalo onjalo wabaphonsa etilongweni elingaphakathi, wabopha izinyawo zabo ogongolweni.


Khona umpristi kaJupitheri owayephambi komuzi wakubo waletha izinkabi nemigexo yezimbali emasangweni, wafuna ukwenza imihlatshelo kanye nezixuku.


Khona-ke uPhashuri wamshaya umprofethi uJeremiya wamfaka esitokisini esasisesangweni eliphakeme lakwaBhenjamini elalisendlini kaJehova.


Kepha ophinga nowesifazane akaqondi; owenza lokhu uchitha umphefumulo wakhe.


Ngenkulumo yakhe enhle kakhulu wamenza wanengwa, ngokuthopha kwezindebe zakhe wamphoqa.


Umcibisholo uze ungene esibindini sakhe; njengenyoni igijimela ogibeni, ingazi ukuthi kungenxa yomphefumulo wayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite