Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 7:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngenkulumo yakhe enhle kakhulu wamenza wanengwa, ngokuthopha kwezindebe zakhe wamphoqa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Uyamphambukisa ngamazwi akhe amaningi amahle; ngokuthopha kwezindebe zakhe uyamyenga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Uyiphambukisa ngamazwi akhe amaningi ahehayo; uyiyenga ngokuthopha kwezindebe zakhe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 7:21
14 Referans Kwoze  

Ngokuba izindebe zowesifazane ongaziwa ziconsa njengezinyosi, nomlomo wakhe ubushelelezi kunamafutha.


Ukuze zikuvikele kowesifazana ongaziwayo, kowemzini othophayo ngamazwi akhe.


Kwathi ngolunye usuku u-Elisha wawelela eShunemi, lapho kwakukhona khona owesifazane omkhulu; wamcindezela ukuba adle isinkwa. Kwathi njalo lapho edlula, waphambukela khona ukuba adle isinkwa.


Kepha bamcindezela, bathi: “Hlala nathi, ngokuba sekuzakuhlwa, nemini isiyadlula. Wangena ukuba ahlale nabo.


Bakhuluma okuyize, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe; ngezindebe ezithophayo, bakhuluma ngenhliziyo embaxa-mbili.


Ngokuba uthando lukaKristu luyasiqhubezela; ngokuba sibona kanje, ukuthi munye wafela bonke, khona-ke bonke bafile;


ukuze ugcinwe kowesifazana omubi, ekuthopheni kolimi lowesifazana ongazi.


Kuthe esebhapathiziwe kanye nendlu yakhe, wasincenga, wathi: “Uma nithi ngikholekile eNkosini, ngenani endlini yami, nihlale khona. Futhi wasicindezela.


Yathi inkosi encekwini: ‘Phuma uye ezindleleni nasezintangweni, ubacindezele ukuba bangene, ukuze igcwale indlu yami.


Kepha wala wathi: “Angiyikudla.” Kodwa izinceku zakhe kanye nowesifazane bamcindezela; walalela izwi labo. Wavuka phansi wahlala embhedeni.


Ugijima masinyane emva kwakhe njengenkabi iyiswa ekuhlatshweni, nanjengesiwula ukuqondisa izinduku;


Wakhala inyembezi phambi kwakhe izinsuku eziyisikhombisa, kusedilini labo; ngosuku lwesikhombisa wamtshela, ngokuba wayemlimazile; wayitshela abantwana babantu bakubo imfihlakalo.


Kodwa bathumela kimi lolo hlobo kane; nami ngaziphendula ngokunjalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite