Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 6:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Yana entuthwaneni, vila; bheka izindlela zayo, uhlakaniphe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Yana entuthwaneni, vilandini, ubone izindlela zayo, uhlakaniphe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Yana entuthwaneni, vilandini, ubone izindlela zayo, uhlakaniphe;

Gade chapit la Kopi




IzAga 6:6
24 Referans Kwoze  

Ivila aliyikulima ngenxa yamakhaza; ngalokho iyakucela ngesikhathi sokuvuna, ingatholi lutho.


Owephuzayo emsebenzini wakhe ungumfowabo womchithi omkhulu.


Uyolala kuze kube nini, sivila? uyakuvuka nini ebuthongweni bakho?


Ukuze ningavilaphi, kodwa nilingise labo abathi ngokholo nangokubekezela badla ifa lezithembiso.


Umphefumulo wevila uyafisa, kepha awunalutho, kepha umphefumulo wabakhutheleyo uyakhuluphala.


Inkosi yayo yaphendula, yathi kuyo: Nceku embi nevilaphayo, ubuwazi ukuthi ngivuna lapho engingahlwanyelanga khona, futhi ngibutha lapho ngingahlwazanga khona;


Izintuthwane ziyisizwe esingenamandla, kepha zilungisa ukudla kwazo ehlobo;


Lingavilaphi emsebenzini; ovuthayo emoyeni; ukukhonza iNkosi;


Isifiso sevila siyalibulala; ngoba izandla zakhe ziyala ukusebenza.


Ubuvila bubangela ubuthongo obukhulu; nomphefumulo ovilaphayo uyalamba.


Ivila lathi: “Kukhona ingonyama ngaphandle, ngiyakubulawa emigwaqweni.”


Njengoviniga emazinyweni nomusi emehlweni, sinjalo ivila kwabamthumayo.


Ivila lifaka isandla salo esifubeni salo, alisibuyiseli nakanye emlonyeni walo.


Bhekani izinyoni zezulu, ngokuba azihlwanyeli, azivuni, azibutheli eziphaleni; nokho uYihlo osezulwini uyazondla. Anizincono kakhulu na?


Indlela yevila injengothango lwameva, kepha indlela yabalungileyo isobala.


Impela inetha lendlalelwa ize phambi kwamehlo azo zonke izinyoni.


Inkabi iyamazi umniniyo, nembongolo iyamazi umkhombe womnumzane wayo, kepha u-Israyeli akazi, abantu bami abalaleli.


Lalela, ndodana yami, uhlakaniphe, uqondise inhliziyo yakho endleleni.


Kukhona izinto ezine eziyingcosana emhlabeni, kodwa zihlakaniphe ngokwedlulele:


Yebo, unogolantethe ezulwini uyazazi izikhathi zakhe ezimisiwe; nehobhe nenkonjane kuyasigcina isikhathi sokufika kwazo; kepha abantu bami abawazi ukwahlulela kukaJehova.


Osebenza ngesandla esibuthakathaka uba mpofu, kepha isandla sabakhutheleyo siyacebisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite