Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 6:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Zisindise njengenyamazane esandleni somzingeli nanjengenyoni esandleni somcuphi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Zophule njengensephe kumzingeli nanjengenyoni esandleni somthiyi wezinyoni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Zisindise njengensephe esandleni somzingeli, nanjengenyoni esandleni somcuphi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 6:5
6 Referans Kwoze  

Impela uyakukusindisa ogibeni lomcuphi nasobhadaneni olubhubhisayo.


Umphefumulo wethu uphunyukile njengenyoni ogibeni lwabacuphi;


Impela inetha lendlalelwa ize phambi kwamehlo azo zonke izinyoni.


Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Ngiyethemba uJehova; nisho kanjani emphefumulweni wami ukuthi: “Balekela entabeni yakho njengenyoni na?


Ngiyanifungisa, madodakazi aseJerusalema, ngezimpungushe nangezindluzele zasendle, ukuba ningaluvusi, lungalushukumisi uthando, lungakamthandi.


Othandiweyo wami unjengendluzele nenkonyana yendluzele; bheka, umi emva kodonga lwakithi, ulunguza emafasiteleni, ubonakala emigodweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite